試す 金 - 無料
Ahlome aphelele aweFifa Club World Cup
Isolezwe
|June 12, 2025
NAKUBA yehlukile kokujwayelekile kodwa akukho nokuncane ukungabaza ukuthi indlela okudidiyelwe ngayo iFifa Club World Cup ezoqala ngeSonto e-United States of America (USA) izobashiya bebheme bakholwa abathandi bakanobhutshuzwayo umhlaba wonke.
Ngokujwayelekile, lo mqhudelwaano ubunjwa ngamaqembu angekho ngaphezulu kwayishumi futhi awapheli amasonto amabili ingasongwanga kulelo dolobha elilodwa esuke idlalelwa kulona.
Zijikile izinto kulokhu kwazise iFifa imeme amaqembu angu-32 omhlaba wonke enze kahle ngokwahlukana kwemiqhudelwano yale nhlangano eyengamele ibhola lomhlaba eminyakeni emine edlule.
Izwe livunyelwe amaqembu amabili ngalinye kodwa okungazibeki yimvunge ngamagama alawa ashiywe ngaphandle njengeFC Barcelona neSevilla baseSpain, Liverpool yase-England, Napoli ne-AC Milan womabili ase-Italy.
このストーリーは、Isolezwe の June 12, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa
UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto
1 mins
April 24, 2026
Isolezwe
UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo
USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange
NOKUBONGWA PHENYANE
1 min
April 24, 2026
Isolezwe
Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa
UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa
1 min
April 23, 2026
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Listen
Translate
Change font size

