試す 金 - 無料
'UMbule uzobekelwa imigomo eqinile kwi Chiefs'
Isolezwe
|June 12, 2025
UZOSAYINISWA inkontileka enemibandela eqinile kwiKaizer Chiefs umdlali wasesiswini, uSipho Mbule, ongomunye wabakhonjwa eNaturena, njengoba leli qembu lisemkhankasweni wokuqinisa isikwati ngaphambi kokuqala kwesizini ka-2025/2026.
UMbule obesemabhukwini eMamelodi Sundowns, ubebolekiswe kwiSekhukhune United ngesizini edlule kodwa waxoshwa ingakapheli isizini kwiBabina Nokho ngenxa yokungaziphathi kahle. Ezintweni ezakhele izinkinga uMbule onekhono elimangalisayo enkundleni, wukufika ebukhile okuyinto abevele edume ngayo esadlala kwiSuperSport United. Kuthiwa nakwiSundowns yikhona ukuhluleka ukuziphatha okumenze wagcina eselizwa ngendaba ijezi.
Ezinsukwini ezedlule, kuvele ukuthi iChiefs iyamfuna uMbule futhi izingxoxo seziqalile phakathi kwayo nemenenja yakhe, uMike Makaab eyikhulumele eziko le ndaba kodwa yabuye yaxolisa. Eminye imibiko ibikuqinisekisa ukuthi uMbule usesayinile eNaturena.
このストーリーは、Isolezwe の June 12, 2025 版からのものです。
Magzter GOLD を購読すると、厳選された何千ものプレミアム記事や、10,000 以上の雑誌や新聞にアクセスできます。
すでに購読者ですか? サインイン
Isolezwe からのその他のストーリー
Isolezwe
Unengwe 'umfowabo owazibulala' ngokumfaka kumshwalense wesigidi engazi
USEVULE icala futhi uvutha engabaselwe owesilisa waseShowe othi uvulelwe ngumfowabo angamethembi umshwalense wesigidi samarandi engazi.
2 mins
January 23, 2026
Isolezwe
UMafikizolo ubungazwa wuKhozi eThekwini
UMCULI kamaskandi uLethukuthula \"Umafikizolo\" Mhlongo uzobungazwa wuKhozi FM ezindlini zokusakaza kwiSABC namuhla emuva kokuhlukanisa unyaka kulesi sikhondlakhondla somsakazo
1 min
January 23, 2026
Isolezwe
UNdoni uqhakambise uGandaganda ogqame ngokubhikla ingoma
UMCULI kamaskandi osemusha nongomunye wabangaconsi phansi kubalandeli kulezi zinsuku, uGandaganda, usedalule ukuthi iso elibukhali likazakwabo kule ndima futhi osengumphathi wakhe emculweni, uNdoni, yilona elisize ukuqhakambisa ikhono lakhe lokucula nokugida ingoma.
1 mins
January 23, 2026
Isolezwe
I-ANC isobishini 'ngokugweva' nemali yamaciko
I-AFRICAN National Congress (ANC) isobishini njengoba seyize yafakwa eNkantolo eNkulu yaseGoli ngenxa yezinsolo zokugweva nemali yamaciko ewuR423 228, 75.
1 min
January 23, 2026
Isolezwe
Owe-ANC uyamaniswa nemoto eyathengela izinkabi ukudla
UMHOLI we-ANC, uDkt Ntuthuko Mahlaba, uyamaniswa nemoto eyathengela ukudla izinkabi ezabulala ufakazi ecaleni lokubulala ayebhekene nalo
1 mins
January 22, 2026
Isolezwe
Ingxabano kujatshulelwa ingoma kaKwesta
UMDIDIYELI wezingoma ohlonishwa e-Afrika namaphethelo, uThemba \"DJ Maphorisa\" Sekowe, ubhoboke ngobuhlungu asezwiswe bona iminyaka eyisishiyagalolunye emuva kokuphrojusa unqambothi lwengoma yomrepha uSenzo \"Kwesta\" Vilakazi ethi Ingud.
1 min
January 22, 2026
Isolezwe
Ubonge ukwesekwa 'owatinyelwa' ngomzimba wakhe
NGESIKHATHI sinyuka isibalo sabeseka umkhankaso wokuthi kuvalwe iPiano Pulse Podcast kwiYouTube ngenxa yenkulumo \"egxeka\" uThatohatsi ngomzimba wakhe, lo mculi ubonge abamesekile.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Bathi ungenwe 'amadimoni' osole uMfundisi ngokumphuca ubuntombi
\"Ngabe senza elikhulu iphutha uma sivezela izwe lonke ukuthi unani owesifazane futhi njengebandla ngabe sikhombisa ubudedengu obukhulu.
1 mins
January 20, 2026
Isolezwe
Owamapiano uziqhathe noJulius Malema
KUSHAQEKE abantu abaningi ngesikhathi umholi we-EFF uJulius Malema esongela futhi egibela ngenhlamba umculi wamapiano uDaliwonga Matiwane ngeSonto ekuseni.
1 min
January 20, 2026
Isolezwe
Baphefumula ngoMbhishobhi osolwa ngokugwazela ijaji ngo-R2m
BAVUTHA bengabaselwe abefundisi bamahlelo ehlukene benhlangano, iReformed Independent Church Association (RICA) abasola isandla semfene ngokugqunywa ejele kukaMbhishobhi Michael Sandlwana webandla i-International Pentecostal Holiness Church (IPHC).
2 mins
January 20, 2026
Listen
Translate
Change font size

