मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

10,000 से अधिक पत्रिकाओं, समाचार पत्रों और प्रीमियम कहानियों तक असीमित पहुंच प्राप्त करें सिर्फ

$149.99
 
$74.99/वर्ष
The Perfect Holiday Gift Gift Now

Kubhekwe ukamatuka noMoerane kweyeMotsepe Championship

Isolezwe

|

July 16, 2025

UMGADLI weDurban City, uJoslin Kamatuka, nonozinti we-Orbit College, uSekhoane Moerane, ngabanye babadlali abathwelwe ngeqoma kwabazobanga umklomelo obhekwe ngabomvu uma sekuchonywa uphaphe lwegwalagwala abayibamba kwiMotsepe Foundation Championship.

- SIBUSISO MDLALOSE

Kungokokuqala kule sizini emlandweni wePremier Soccer League (PSL) ukwethulwa kweminxa yabadlali abenze kahle esigabeni seChampionship (First Division) kwazise phambilini lesi sigaba esiphakela eseBetway Premiership besiba nomunxa owodwa kuphela okungowe-Top Goal Scorer.

Nokho emiklomelweni yanonyaka iPSL yethule iminxa emithathu okuqokwe kuyona abadlali abazobanga imiklomelo emithathu okungoweMotsepe Foundation Championship Players' Player of the Season, Goalkeeper of the Season nowe Young Player of the Season.

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Kuthathwe nowesifazane oyophonswa imibuzo ngokufa kukaWarras

U-DJ Warras obephethe inkampani yonogada iJT VIP: Elite Guarding & VIP Protection Services kuvela ukuthi ubeyisebenzisa ngokuzimela ukuze ivikele amabhilidi ahlukene, engaqashiwe uhulumeni waseGoli.

time to read

1 min

December 19, 2025

Isolezwe

Isolezwe

U-DJ Sox usewugodlela unyaka ozayo umculo omusha

UMAKADEBONA kaDJ, uMbusi \"DJ Sox\" Sokhela uthi ukuxinwa ngeminye yemisebenzi kumenze washaywa yisikhathi ekukhipheni umculo omusha.

time to read

1 min

December 19, 2025

Isolezwe

Isexwayiso ngesimo sezulu esibi ngoKhisimusi nangoNcibijane

ABE-SOUTH African Weather Service (SAWS), izangoma zezulu, bakhiphe isexwayiso ngesimo sezulu esingase sidale izinkinga ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi noNcibijane.

time to read

1 min

December 19, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile bethola isidumbu sowomndeni ezimobeni

UKHUNGATHEKILE umndeni wowesilisa waseXobho, okutholakale isidumbu sakhe sinamanxeba emobeni ngoLwesithathu.

time to read

1 mins

December 19, 2025

Isolezwe

Unina kamsolwa 'ubalekise' ofakazi kwelokudlwengulwa kwengane

USOLWA ngokubalekisa ofakazi bengakazibhalisi izitatimende unina womfana okuthiwa udlwengule ingane yentombazane eGroutville, KwaDukuza, ngoMgqibelo.

time to read

2 mins

December 18, 2025

Isolezwe

'UWarras ubezigqaja ngobuZulu efuna umaskandi kwiGagasi'

USAZIWAYO osanda kubulawa ngokudutshulwa eGoli, ngoLwesibili, uWarrick \"DJ Warras\" Stock, uchazwe njengomuntu obezigqaja kakhulu ngokuba wumZulu.

time to read

1 min

December 18, 2025

Isolezwe

Isolezwe

ULasizwe uphumele obala ngokuba nokhwantalala

UMETHULI wezinhlelo uLasizwe Dambuza usedalule ukuthi uphethwe wukhwantalala aselusukumele ngokuthi ayochitha amasonto ambalwa azayo nongoti bezengqondo.

time to read

1 min

December 17, 2025

Isolezwe

Umsindo ngokwehla kwezinga lamaSama

BANINGI osaziwayo abaphoxekile ngomqhudelwano wezindondo obubanjelwe eGallagher Convention Centre, eGoli, ngoMgqibelo, amaSouth African Music Awards (Samas).

time to read

1 mins

December 17, 2025

Isolezwe

Kubulawe okuthiwa ubeqoqa ngodli imali emphakathini

UDUTSHULWE wafa owesilisa waseMzimkhulu, okuvela ukuthi ubekade ewuhlalise lubhojozi umphakathi wakule ndawo ewukhokhisa o-R50 njalo uma kuphela inyanga.

time to read

1 mins

December 17, 2025

Isolezwe

Izinsolo zokungaziphathi kahle kogwaze isoka lafa

KUSOLWA ukungaziphathi kahle kowesifazane okuthiwa ugwaze isoka lakhe lafa eCato Crest, eMayville, ngoLwesihlanu.

time to read

1 mins

December 17, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size