Uxamu ugeje umgodi kuRamaphosa: ongoti
Isolezwe
|July 15, 2025
ONGOTI bezomthetho bathi uxamu ugeje umgodi kuMengameli Cyril Ramaphosa, oqoke umuntu ongesilona ilungu lePhalamende ukuba abambe isikhundla sikaNgqongqoshe wamaPhoyisa.
Ongoti, uMnuz Melusi Xulu weDonda Attorneys noMnuz Mpumelelo Zikalala weZikalala Attorneys, bathe ukuqokwa kukaSolwazi Firoz Cachalia, ukuba abambe isikhundla sikaNgqongqoshe wamaPhoyisa kuphambene nomthetho.
UXulu uthe isigaba 91(3) (c) somthetho sivumela uRamaphosa ukuba aqoke umuntu ongesilona ilungu lePhalamende ukuba aphathe isikhundla sikangqongqoshe ngokugcwele, hhayi umuntu ozobamba.
"Akukho okukhuluma ngebamba likangqongqoshe kulesi sigaba somthetho esivumela umengameli ukuba aqoke ungqongqoshe ongelona ilungu lePhalamende. Umbuzo ozokuba khona-ke yilona wokuthi uCachalia uqokwe kulandelwa siphi isigaba somthetho."
UXulu uthe amaqembu ezepolitiki angakwazi ukukuphonsela inselelo ukuqokwa kukaCachalia njengebamba likangqongqoshe enkantolo.
UZikalala uthe uRamaphosa akazange alusingathe kahle udaba lokuqokwa kukaCachalia.
UZikalala uthe bekufanele uRamaphosa aqale aqoke uCachalia ukuba abe ungqongqhoshe, ngaphambi kokuba amenze ibamba.
यह कहानी Isolezwe के July 15, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Kuthathwe nowesifazane oyophonswa imibuzo ngokufa kukaWarras
U-DJ Warras obephethe inkampani yonogada iJT VIP: Elite Guarding & VIP Protection Services kuvela ukuthi ubeyisebenzisa ngokuzimela ukuze ivikele amabhilidi ahlukene, engaqashiwe uhulumeni waseGoli.
1 min
December 19, 2025
Isolezwe
U-DJ Sox usewugodlela unyaka ozayo umculo omusha
UMAKADEBONA kaDJ, uMbusi \"DJ Sox\" Sokhela uthi ukuxinwa ngeminye yemisebenzi kumenze washaywa yisikhathi ekukhipheni umculo omusha.
1 min
December 19, 2025
Isolezwe
Isexwayiso ngesimo sezulu esibi ngoKhisimusi nangoNcibijane
ABE-SOUTH African Weather Service (SAWS), izangoma zezulu, bakhiphe isexwayiso ngesimo sezulu esingase sidale izinkinga ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi noNcibijane.
1 min
December 19, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile bethola isidumbu sowomndeni ezimobeni
UKHUNGATHEKILE umndeni wowesilisa waseXobho, okutholakale isidumbu sakhe sinamanxeba emobeni ngoLwesithathu.
1 mins
December 19, 2025
Isolezwe
Unina kamsolwa 'ubalekise' ofakazi kwelokudlwengulwa kwengane
USOLWA ngokubalekisa ofakazi bengakazibhalisi izitatimende unina womfana okuthiwa udlwengule ingane yentombazane eGroutville, KwaDukuza, ngoMgqibelo.
2 mins
December 18, 2025
Isolezwe
'UWarras ubezigqaja ngobuZulu efuna umaskandi kwiGagasi'
USAZIWAYO osanda kubulawa ngokudutshulwa eGoli, ngoLwesibili, uWarrick \"DJ Warras\" Stock, uchazwe njengomuntu obezigqaja kakhulu ngokuba wumZulu.
1 min
December 18, 2025
Isolezwe
ULasizwe uphumele obala ngokuba nokhwantalala
UMETHULI wezinhlelo uLasizwe Dambuza usedalule ukuthi uphethwe wukhwantalala aselusukumele ngokuthi ayochitha amasonto ambalwa azayo nongoti bezengqondo.
1 min
December 17, 2025
Isolezwe
Umsindo ngokwehla kwezinga lamaSama
BANINGI osaziwayo abaphoxekile ngomqhudelwano wezindondo obubanjelwe eGallagher Convention Centre, eGoli, ngoMgqibelo, amaSouth African Music Awards (Samas).
1 mins
December 17, 2025
Isolezwe
Kubulawe okuthiwa ubeqoqa ngodli imali emphakathini
UDUTSHULWE wafa owesilisa waseMzimkhulu, okuvela ukuthi ubekade ewuhlalise lubhojozi umphakathi wakule ndawo ewukhokhisa o-R50 njalo uma kuphela inyanga.
1 mins
December 17, 2025
Isolezwe
Izinsolo zokungaziphathi kahle kogwaze isoka lafa
KUSOLWA ukungaziphathi kahle kowesifazane okuthiwa ugwaze isoka lakhe lafa eCato Crest, eMayville, ngoLwesihlanu.
1 mins
December 17, 2025
Listen
Translate
Change font size

