कोशिश गोल्ड - मुक्त
U-Ellis ufuna okuhlukile kwabeBanyana kowe-Wafcon
Isolezwe
|July 14, 2025
UKUBA yiqembu elivikela isicoco se Women's Africa Cup of Nations (Wafcon) kweBanyana Banyana kwenza wonke amaqembu angena nayo enkundleni adlalele ukuzephula.
Lawa ngamazwi omqeqeshi waleli qembu lesizwe, uDesiree Ellis, ofunge wagomela ukuthi uzokwenza konke okusemandleni ukuthi balungele ukubhekana neMali kowokusonga uGroup C namuhla ngo-9 ebusuku, eHonneur Stadium, e-Oujda, kuleliya lizwe.
Lo mqeqeshi owayewukaputeni weBanyana kudala, ukusho lokhu kulandela ukuthi leli qembu liyeke ithuba lokuzibeka kweyomkhumulajezi ngokuvumela ukubanjwa yiTanziania ngo 1-1 ngeledlule.
यह कहानी Isolezwe के July 14, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu
ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni
1 min
April 22, 2026
Isolezwe
Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese
UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphelile ngabafundi bakaJesu
KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule
1 mins
April 22, 2026
Isolezwe
Kuphendulwe ihlaya ukubuya kwe-Top Billing
KUPHENDULWE ihlaya ngokuthi kumele kuphenywe kanzima abazobonakala bekhombisa imizi yabo esezingeni eliphezulu, uma sekukhonjiswa uhlelo i-Top Billing, ezoqala ukubonakala ngo-Ephreli 30, ngo-7 ebusuku, kuS3
1 mins
April 20, 2026
Isolezwe
Bathembisa lukhulu ngokubuya komcimbi Ugu Jazz Festival
KULINDELEKE ukuthi kube noxhaxha lwemicimbi oluzobe yandulela umcimbi omkhulu woGu Jazz Festival ngoJuni 27, kulo nyaka
1 min
April 20, 2026
Isolezwe
Kushube isimo iziphathimandla ziqanganisela 'Abafundi bakaJesu'
'UZOBANGCWABA laba bantu weSibiya, qhubeka nje ubayeke bengawadli amaphilisi uzobona
1 mins
April 17, 2026
Isolezwe
Zesuliwe izinyembezi zikaMama Joy oya kwindebe yoMhlaba
ZESULIWE izinyembezi zomthandi webhola, uMama Joy Chauke, njengoba ethole uxhaso lokuyobuka bukhoma iNdebe yoMhlaba yeFifa ezoqala ngoJuni 11, eMexico, Canada nase-United States of America.
1 min
April 17, 2026
Isolezwe
Ithemba ngekhambi lesifo sikashukela eliphekwa Kwa Mhlabuyalingana
INDAWO edume ngamakhambi esintu, uMhlabuyalingana, ingase ingene emlandweni wokuqhamuka nekhambi lokwelapha isifo sikashukela
1 min
April 16, 2026
Isolezwe
Ichazwe njengomuntu obenenhlonipho ingwazi yeMambazo engasekho
ZOQALA ngokungcwatshwa kuqala ngo-8 ekuseni, bese kulandela inkonzo yomngcwabo wayo ingwazi engasekho yeLadysmith Black Mambazo, u-Albert Mazibuko (77), eshone ngeledlule esibhedlela, ngemuva kokugula isikhashana
1 mins
April 16, 2026
Isolezwe
Indida ngobufakazi obusha ngokubulawa kwephoyisa loMkhandlu we Theku
UVEZE ubufakazi obusha ayengabuvezanga kwisitatimende esifungelwe sokuvuma icala, uNongcebo Faith Ntombela, ecaleni lokubulawa komyeni wakhe, owayeyiphoyisa eMkhandlwini weTheku, uCaptain Zwelakhe Thomas Ntombela
3 mins
April 16, 2026
Listen
Translate
Change font size

