कोशिश गोल्ड - मुक्त
Umlingisi wodumo ukhuza ibuya kwiScandal!
Isolezwe
|July 09, 2025
KULINDELEKE ukuba kushube kwiScandal! njengoba umlingisi uMakhaola Ndebele obenguReggie Pheko, uyise kaDintle Nyathi, ekhuza ibuya. Ngokusho kwesitatimende esithunyelelwe abezindaba, indawo kaReggie izoqala ukubonakala kulo mdlalo ngoJulayi 17. Siqhuba isitatimende sithe okuzosusa umsindo wukuthi uzothola ukuthi indodakazi yakhe isesithenjini sikaNhloso Gasa.
Kwenzeka lokho nje uDintle uyamdinga uyise ukuba azobamba iqhaza ezingxoxweni zelobolo. UMakhoala uthe usekulangazelele kabi ukuveza elinye ikhono ngale ndawo yakhe.
यह कहानी Isolezwe के July 09, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing
LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.
2 mins
June 15, 2026
Isolezwe
Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo
UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.
1 mins
June 15, 2026
Isolezwe
USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani
I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.
1 min
June 15, 2026
Isolezwe
Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini
UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Umunwe ukhomba eduze ngodukile
USOLA uyise wezingane ngokulahleka kwesihlobo umndeni wowesifazane waseSteak Farm, eHibberdene, osekuyophela inyanga enyamalele.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingebhe ngokudlanga kwezehlakalo zokubulawa kwabantu eGoli
SEKUQUBULE ukukhathazeka ngokwanda kwezehlakalo zokubulawa kwabantu ubuthaphuthaphu emalokishini aseGoli njengoba ngoLwesibili kudutshulwe kwafa abangu-12 emijondolo yaseJumpers, eCleveland.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Amaphoyisa azoqinisa ezokuphepha kwiComrades
IZINHLAKA zezokuphepha zimi ngomumo ukuqinisekisa ukuphepha kwabagijimi nezethameli zomjaho iComrades Marathon ezosuka eThekwini iphelele eMgungundlovu ngeSonto.
1 min
June 12, 2026
Isolezwe
Sivulelwe icala isibhedlela ngoshone eqeda ukuteta
UFUNA izimpendulo umndeni wowesifazane waKwaKhoza, eShowe otete washona eShowe Provincial Hospital ngeledlule.
1 mins
June 12, 2026
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Listen
Translate
Change font size

