Facebook Pixel Kuphazamiseke ukugwetshwa kowayeyiphoyisa ummeli egejana nemantshi | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें
मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

10,000 से अधिक पत्रिकाओं, समाचार पत्रों और प्रीमियम कहानियों तक असीमित पहुंच प्राप्त करें सिर्फ

$149.99
 
$74.99/वर्ष

कोशिश गोल्ड - मुक्त

Kuphazamiseke ukugwetshwa kowayeyiphoyisa ummeli egejana nemantshi

Isolezwe

|

July 04, 2025

KUPHINDE kwaphazamiseka ukugwetshwa kowayeyiphoyisa elalinesikhundla esiphezulu, uKhephu Ndlovu nabanye abane eNkantolo yesiFunda yasePinetown izolo, omunye wabameli enza isiphakamiso sokuthi imantshi eyengamele icala mayihoxe kuleli cala.

UKhephu, ongummangalelwa wesibili kuleli cala, uzakwabo emaphoyiseni uBonginkosi Dlamini ongummangalelwa wokuqala, uFelokwakhe Ndlovu, Sibongile Ndlovu noLindokuhle Ndlovu balahlwa yicala lokuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho kanjalo nelenkohlakalo.

Kuthiwa uKhephu noDlamini bamukela imali engu-R120 000, ukuze bashabalalise ubufakazi becala lokubulawa kowayeyilungu eliqavile le-ANC, KwaNdengezi.

Kwavela ukuthi laba ababili bamukela le mali kuSibongile Ndlovu, (ongummangalelwa wesine ecaleni) endaweni epaka izimoto phakathi esiteshini samaphoyisa iDurban Central.

Kuthiwa ngale mali uSibongile wayehlose ukuthi umyeni wakhe uFelokwakhe (ongummangalelwa wesithathu ecaleni) aphunyuke ecaleni lokubulala umzala wakhe uMnuz Thulani Nxumalo owayephinde abe wumholi wegatsha le-ANC KwaNdengezi.

UNxumalo wabulawa wuNkosinathi Mbambo ngo-2018, emva kokukhokhelwa uR2 000 wuFelokwakhe.

UFelokwakhe waboshwa wuDlamini. Wagcina egwetshwa udilikajele yiNkantolo eNkulu yaseThekwini ngo-Ephreli 2023, emva kokumlahla ngecala lokubulala uNxumalo.

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के July 04, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho

time to read

2 mins

April 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izikhalo behlulwa kumaMetro

IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana

UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo

USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange

NOKUBONGWA PHENYANE

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa

UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa

time to read

1 min

April 23, 2026

Isolezwe

Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu

ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni

time to read

1 min

April 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese

UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese

time to read

1 mins

April 22, 2026

Isolezwe

Kuphelile ngabafundi bakaJesu

KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule

time to read

1 mins

April 22, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size