कोशिश गोल्ड - मुक्त
Kusolwa iPirates ngenqwaba echithwa ngawePSL
Isolezwe
|July 01, 2025
UKUNEMBA enxebeni kweOrlando Pirates ngoRelebohile Mofokeng eyamsusa ezinkulisa wafika eqenjini elikhulu waphenduka isithenjwa, kunomthelela wokuthi amaqembu ePremier Soccer League (PSL) abadedele kalula abadlali ikakhulukazi uma iminyaka yabo isisondele kwengu-30.
Lona ngumbono wemenenja yabadlali uNimrod Mbhalati weNIDA Sports Agency edlane indlebe neSolezwe kulandela isenzo sakamuva samaqembu okubalwa kuwona AmaZulu FC, Chippa United, Magesi neMarumo Gallants sokudedela inqwaba yabadlali ngesikhathi esisodwa.
Bangaphezulu kuka-50 abadlali osekuqinisekisiwe ukuthi abasenawo umsebenzi ekubeni kungamile ukudedela njengoba amaqembu athathwa njengamakhulu esakhulule abambalwa. Njengoba izinkontileka eziningi ziphelile izolo, kulindeleke ukuthi sikhule lesi sibalo.
यह कहानी Isolezwe के July 01, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Ingane iphuze i-energy drink yashona
UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.
1 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!
SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).
1 min
June 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.
2 mins
June 11, 2026
Isolezwe
Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades
KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu
EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Baphikisa eyokuholwa yindodakazi yesancinza eNyonini
SEKUQUBUKE omkhulu umsindo ngozothatha izintambo zokuhola ibandla laseNyonini, iChrisitian Catholic Holy Spirit in Zion, ngemuva kokuba kudlule emhlabeni umholi walo, uDkt Thamsanqa Nkonyane.
1 mins
June 10, 2026
Isolezwe
Isidididi 'kutholakala' ithuna lomholi waseNyonini esontweni
ISHONE elayizolo isingene kwelinye igiya indaba yesidumbu somholi webandla laseNyonini, iChristian Catholic Holy Spirit in Zion, uDkt Thamsanga Nkonyane njengoba kuthe seliyozilahla kunina kwatholakala ithuna elisha ngemuva kwegceke lesakhiwo saleli bandla elikhona eNewcastle.
1 mins
June 09, 2026
Isolezwe
Usizi umlilo ulimaza izithandani
KUSOLWA uphuzo oludakayo ngomlilo oqubuke emijondolo yase-Effingham, eThekwini, ngoMgqibelo ezintatha, kwasha izithandani, owesifazane waphelela khona ngaphakathi kwathi owesilisa waphuthunyiswa esibhedlela isimo sisibi kakhulu.
1 min
June 09, 2026
Isolezwe
USaso nezinhlelo ezintsha etendeni lakhe kwiDurban July
UTHEMBISA ukuqhubeka enze okuhle kodwa etendeni lakhe kwiHollywood Durban July umculi waseThekwini uLusaso \"Saso\" Ngcobo.
1 min
June 09, 2026
Isolezwe
I-DUT ifolosa ngabawu-30 abazogijima kwiComrades
ISIKHUNGO semfundo ephakeme esigxile emikhakheni yezobuchwepshe, iDurban University of Technology (DUT), sizothembela emalungwini aso angu-30 ukwenza kahle emqhudelwaneni wokugijima iComrades Marathon ezoba ngeSonto.
1 min
June 09, 2026
Listen
Translate
Change font size

