Facebook Pixel Owaduma kuMaZulu uzibona esangiyabamba kwiPSL | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें
मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

10,000 से अधिक पत्रिकाओं, समाचार पत्रों और प्रीमियम कहानियों तक असीमित पहुंच प्राप्त करें सिर्फ

$149.99
 
$74.99/वर्ष

कोशिश गोल्ड - मुक्त

Owaduma kuMaZulu uzibona esangiyabamba kwiPSL

Isolezwe

|

July 01, 2025

OWAYENGUMDLALI wasesiswini kuMaZulu FC, u-Andile "Ace" Khumalo, ukholwa wukuthi usengayibamba esigabeni esikhokhelayo sePremier Soccer League (PSL) uma engathola elinye ithuba.

- SIBUSISO MDLALOSE

UKhumalo (34) ungukaputeni weNewcastle Warriors esanda kukhushulelwa esigabeni seSafa KwaZulu-Natal ABC Motsepe League ngokuphumelela kumaPlay-Offs esifundazwe eHollywoodbets Men's Regional League abedlalelwa ePort Shepstone. ngenyanga edlule.

Leli qembu laseMadadeni, eNewcastle, liphethwe nguJustice Sithole owake wadlala emaqenjini okubalwa kuwona iKaizer Chiefs, Maritzburg United neFC Cape Town.

"Ukwethenjwa ngabaphathi beqembu, ikakhulukazi usihlalo uJustice, yikhona okungikhuthaza kakhulu ekudlaleni ngokuzimisela, nginike iqembu le nto eliyifunayo kimi uma ngisenkundleni.

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के July 01, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Isolezwe

Ingane iphuze i-energy drink yashona

UFUNA zivalwe zonke izitolo zabokufika ezakhele isigceme sakwa-D, KwaMashu, owesifazane oshonelwe yingane ngoLwesibili, okuthiwa ibigeda kuphuza i-energy drink.

time to read

1 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Lasuka lahlala kwiNdebe yoMhlaba!

SELUGCINE lufikile usuku obelulindwe yizigidi zabalandeli bebhola baseNingizimu Afrika okokungaloqala kweNdebe yoMhlaba ezodlalelwa eMexico, Canada nase-United States of America (USA).

time to read

1 min

June 11, 2026

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 LESI yisikhathi sokuba ulalele, ufunde futhi ubone okwenzekayo.

time to read

2 mins

June 11, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Abezempilo namathiphu kwabazoqhuthana kwiComrades

KUBUKEKA sekukuncane kakhulu manje, uma kusekhona okungaphazamisa izinhlelo zabagijimi abawu-21 633 abangenele umqhudelwano womjaho waminyaka yonke iComrades Marathon, ozosuka eThekwini bese usongwa eMgungundlovu ngeSonto.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Ukukhathazeka kutholwa inqwaba yamathambo abantu

EKUQUBULE ukukhathazeka ebuholini kanjalo nasemphakathini waseZimbokodweni, KwaMakhutha, ukutholakala kwenqwaba yamathambo abantu elahlwe kule ndawo.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Baphikisa eyokuholwa yindodakazi yesancinza eNyonini

SEKUQUBUKE omkhulu umsindo ngozothatha izintambo zokuhola ibandla laseNyonini, iChrisitian Catholic Holy Spirit in Zion, ngemuva kokuba kudlule emhlabeni umholi walo, uDkt Thamsanqa Nkonyane.

time to read

1 mins

June 10, 2026

Isolezwe

Isidididi 'kutholakala' ithuna lomholi waseNyonini esontweni

ISHONE elayizolo isingene kwelinye igiya indaba yesidumbu somholi webandla laseNyonini, iChristian Catholic Holy Spirit in Zion, uDkt Thamsanga Nkonyane njengoba kuthe seliyozilahla kunina kwatholakala ithuna elisha ngemuva kwegceke lesakhiwo saleli bandla elikhona eNewcastle.

time to read

1 mins

June 09, 2026

Isolezwe

Usizi umlilo ulimaza izithandani

KUSOLWA uphuzo oludakayo ngomlilo oqubuke emijondolo yase-Effingham, eThekwini, ngoMgqibelo ezintatha, kwasha izithandani, owesifazane waphelela khona ngaphakathi kwathi owesilisa waphuthunyiswa esibhedlela isimo sisibi kakhulu.

time to read

1 min

June 09, 2026

Isolezwe

USaso nezinhlelo ezintsha etendeni lakhe kwiDurban July

UTHEMBISA ukuqhubeka enze okuhle kodwa etendeni lakhe kwiHollywood Durban July umculi waseThekwini uLusaso \"Saso\" Ngcobo.

time to read

1 min

June 09, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-DUT ifolosa ngabawu-30 abazogijima kwiComrades

ISIKHUNGO semfundo ephakeme esigxile emikhakheni yezobuchwepshe, iDurban University of Technology (DUT), sizothembela emalungwini aso angu-30 ukwenza kahle emqhudelwaneni wokugijima iComrades Marathon ezoba ngeSonto.

time to read

1 min

June 09, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size