कोशिश गोल्ड - मुक्त

OweChiefs ubuyise ungabazane ngesihlalo sikaNabi

Isolezwe

|

June 30, 2025

SEKUPHINDE kwaqala phansi ukungabaza ngekusasa likaNasreddine Nabi kwiKaizer Chiefs kulandela ukungena kukaJessica Motaung ezintangeni ngesikhathi evalelwa ekhoneni ngalokhu muva nje

Uma iChiefs imgcina, kuzobe kusho ukuthi ivumile ukumtholela uhlobo lwabadlali alufunayo ukuze ayibuyisele esicongweni sebhola laseNingizimu Afrika. Ukungahlali kwabaqeqeshi kwiChiefs sekuyinto ejwayelekile.

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Isolezwe

Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni

UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.

time to read

1 min

January 12, 2026

Isolezwe

Izonyundula izinkinga zakwaMseleku isizini ezoqala kolwesithembu

IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes'thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi Magic

time to read

1 min

January 12, 2026

Isolezwe

Indida ngengezamuzi ngengane 'edlwenguliwe'

UDIDEKILE umndeni wengane okuthiwa idlwengulwe enye eGroutville, KwaDukuza, umndeni kamsolwa okuthiwa ucela ukukhipha isamba semali esihambisana nenkomo nembuzi ngesigameko.

time to read

2 mins

January 09, 2026

Isolezwe

OweThonga noMbekezeli baqokwe kowezindondo

UMLINGISI onguMbali Dladla kwiThonga, uNoluthando Ngema, udalule ukuthi akubanga lula kuye ukufika kuleli zinga asekulo emkhakheni wokulingisa.

time to read

1 mins

January 09, 2026

Isolezwe

Isexwayiso ngamathikithi e-All White Party eMax's Lifestyle

ABAZOHAMBELA i-5th All White Day Party eMax's Lifestyle eMlaza kusasa, sebedonswe ngendlebe ukuba baqikelele ukuthi amathikithi abanawo abawathenge eWebtickets kuphela hhayi kwesinye isikhungo noma isitolo.

time to read

1 min

January 09, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Bebefuna ngodli imali yokuvikela abathelwe othulini amaphoyisa

BEBEHLALISE umphakathi lubhojozi, bewukhokhisa imali yokuvikela njalo ngesonto abayisihlanu abathelwe othulini amaphoyisa e-Area 10, KwaBester, eThekwini, izolo.

time to read

1 min

January 09, 2026

Isolezwe

Kuduma amakhanda kubulawa othandana nabanobulili obufana nobakhe

UMELWE yingqondo umndeni wowesifazane othandana nabantu abanobulili obufana nobakhe kulandela ukutholwa kwesidumbu sakhe sesonakele ekotishi lowesilisa osagcwele amathafa eZakhiweni, ePort Shepstone.

time to read

1 mins

January 08, 2026

Isolezwe

Indodana (2) kamaskanda nedumela ebantwini ngokulingisela uyise

INDODANA kaSaliwa, ongomunye wabaculi bakamaskandi abangaconsi kule ndima, isizakhele ugazi ebantwini ikakhulu kwabasebenzisa izinkundla zokuxhumana - ngama-vidiyo afakwa wuyise nabomndeni wakhe, lapho bekhombisa khona uthando lwayo lwesintu nokunye okuhambisana nakho, ilingisela uyise ngokukwenza.

time to read

1 min

January 08, 2026

Isolezwe

Kuxwayiswa abalandeli ngokunakashela kubaculi

ABALANDELI kumele bayibheke into abayisho kosaziwayo ngoba kuyezwela kubo

time to read

1 mins

January 08, 2026

Isolezwe

Kusolwa abangani ngokufa kowesifazane obeye emcimbini

UYATHIMULA umndeni wowesifazane waseMandeni, otholakale eseshonile otshanini kade ephume nabangani kukuhle kuyiwa emcimbini obungeSonto.

time to read

1 mins

January 08, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size