कोशिश गोल्ड - मुक्त
Ngeke ngesule esikhundleni: Jordaan
Isolezwe
|June 30, 2025
ZIHLANGABEZANE nembibizane izifunda ebezihlela ukuphakamisa ukuketulwa kukamengameli weSouth African Football Association (Safa), uDanny Jordaan, esikhundleni ngenxa yamacala okukhwabanisa awagqigqela enkantolo kusukela ngoMashi wonyaka odlule.
Yize kungacaci kodwa Isolezwe lihoshe ukuthi izifunda ezine (Uthukela, Dr Kenneth Kaunda, Joe Gqabi neFrances Baard) ebezihlele ukuphakamisa ukumiswa kukaJordaan emhlanganweni we-NEC obungempelasonto eSandton, eGoli, zigcine zihlulekile ukuhlanganisa isibalo ebesidingeka.
Ukuhluleka kwazo akuzange nokho kumvikele uJordaan kwabezindaba abesesithangamini nabo ngesikhathi bemxina ngezinsolo ezihambisana namacala awahambela inkantolo yasePalm Ridge nasolwa naye uGronie Hluyo oyiCFO kwiSafa.
यह कहानी Isolezwe के June 30, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards
NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14
SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.
2 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko
BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.
1 mins
February 24, 2026
Isolezwe
Isibuyele eMzumbe indodana kaMseleku abekhala ngayo
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela kwesiqephu esishiye abaningi bemangele ngendlela umuzi obukeka ngayo, njengoba kungasahlali muntu khona.
1 min
February 24, 2026
Isolezwe
I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu
I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini
KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngowe-Big Brother Mzansi ogeza ekhishini
KUKHALWA ngesenzo sikaThandeka Tshabalala, sokugeza ubuso nokuxubha kusinki wokuwasha izitsha, ohlelweni i-Big Brother Mzansi okungaholela ekutheni abanye abasendlini bagule, ngokusho kukadokotela.
1 min
February 23, 2026
Isolezwe
Uvalo ngabebephuza kuhlasela izikhukhula eNanda
THI seyakhuluma nezinhlaka zikahulumeni kwaze koma amathe, imindeni eyisishiyagalolunye yaseMzomusha, KwaBester, eNanda, ngomhosha ovele ugcwale amanzi, kumbozeke izindlu uma kuke kwana imvula enamandla.
2 mins
February 23, 2026
Isolezwe
Bakhathazekile kubulawa isaguga ebesiwusizo
UHLALELE ovalweni umphakathi waseMandeni kulandela ukubulawa ngesihluku kwesalukazi esineminyaka engu-75, uNkk Busisiwe Nokuthula MaMkhwanazi Ngema, okusolwa ukuthi ushaywe wagencwa esemzini wakhe.
1 min
February 20, 2026
Isolezwe
Basematheni oMarawa noThando Thabethe bebonakala ndawonye
ZISEMATHENI izilomo zosaziwayo uRobert \"Madluphuthu\" Marawa noThando Thabethe ngezizathu ezingahlangene nomsebenzi ezaziwa ngawo.
1 min
February 20, 2026
Listen
Translate
Change font size

