कोशिश गोल्ड - मुक्त
Imbibizane kwabafuna ukuketula umphathiswa
Isolezwe
|June 30, 2025
BAHLANGABEZANE nembibizane abafuna ukukhipha esikhundleni uMphathiswa wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Shinga.
IHhovisi likaSomlomo wesiShayamthetho saKwaZulu-Natal, lichithe incwadi ekhipha uNksz Shinga ekubeni yilungu lesiShayamthetho.
Ukukhishwa kukaNksz Shinga ekubeni yilungu lesiShayamthetho, bekuzomlahlekisela ngesikhundla sokuba umphathiswa.
Incwadi ebiphakamisa ukuba kukhishwe uNksz Shinga ekubeni yilungu lesiShayamthetho, yayibhalwe ubuholi beNFP. Le ncwadi ibiphakamisa ukuba isikhala sikaNksz Shinga sithathwe umholi weqembu, uMnuz Ivan Barnes. UNksz Shinga ukuqinisekisile ukuthi incwadi ichithiwe.
Ukusho lokhu ngesikhathi ekhuluma nabezindaba lapho bekuqhubeka khona umcimbi wokuqeqesha intsha obuhlelwe ubuholi beNFP esiShayamthetho saKwaZulu-Natal.
यह कहानी Isolezwe के June 30, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Isolezwe
Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni
UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.
1 min
January 12, 2026
Isolezwe
Izonyundula izinkinga zakwaMseleku isizini ezoqala kolwesithembu
IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes'thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi Magic
1 min
January 12, 2026
Isolezwe
Indida ngengezamuzi ngengane 'edlwenguliwe'
UDIDEKILE umndeni wengane okuthiwa idlwengulwe enye eGroutville, KwaDukuza, umndeni kamsolwa okuthiwa ucela ukukhipha isamba semali esihambisana nenkomo nembuzi ngesigameko.
2 mins
January 09, 2026
Isolezwe
OweThonga noMbekezeli baqokwe kowezindondo
UMLINGISI onguMbali Dladla kwiThonga, uNoluthando Ngema, udalule ukuthi akubanga lula kuye ukufika kuleli zinga asekulo emkhakheni wokulingisa.
1 mins
January 09, 2026
Listen
Translate
Change font size
