Facebook Pixel UFISA KUBE NOKUTHULA E-MIDDLE EAST UMBHISHOBHI WASESHESHI, UDKT. MAKGOBA | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें
मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

10,000 से अधिक पत्रिकाओं, समाचार पत्रों और प्रीमियम कहानियों तक असीमित पहुंच प्राप्त करें सिर्फ

$149.99
 
$74.99/वर्ष

कोशिश गोल्ड - मुक्त

UFISA KUBE NOKUTHULA E-MIDDLE EAST UMBHISHOBHI WASESHESHI, UDKT. MAKGOBA

Isolezwe

|

June 25, 2025

UMBISHOBI webandla lamaSheshi, eCape Town, uDkt. Thabo Makgoba, obeyisikhulumi sosuku emcimbini obubanjelwe eBandla Hotel, eBallito, lapho uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, ubuhlele ukuhlanganiswa kwamakhosi asemancane nezimeya ezisencane befundiswa ngokuphatha.

Lena ngenye yemizamo yoMnyango wakwaCogta, njengoba kuyinyanga yabantu abasha, yokuqinisekisa ukuthi amakhosi asemancane kanjalo nezimeya ezisencane, zithola ukulekelelwa yilomnyango ekutheni baphathe kahle ezikhundleni abakuzona. Enkulumweni yakhe uMbhishobhi Makgoba ukhuthaze amakhosi asemancane kanjalo nezimeya wathi kumele babe ngabaholi abaqotho. Uphinde wakhuza udlame nezimpi eziqhubekayo eMiddle East, lapho abantu abangaphezulu kuka-1.9 million bengesenazo izindawo zokuhlala ngenxa yezimpi eziqale ngonyaka ka-2

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के June 25, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Utholwe esizibeni efile owaduka 'esongelwe ngokufa'

IFUNA ambheke eduze umsolwa amaphoyisa izihlobo zowesilisa waseNkonkotho, eDumbe, okutholwe isidumbu sakhe sintanta esizibeni ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Isolezwe

OwoKhozi ucikwe ukubhuqwa wumculi wokholo

U MSAKAZI woKhozi FM, uZama Mseleku, usole umculi ocula owokholo, uJumbo, ngokumphula umoya emuva kokuba uJumbo embhinge ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

1 mins

June 18, 2026

Isolezwe

Belizinikele emsebenzini iphoyisa 'elibulawe' uyise wengane

BAKHALE ngokufa olwembiza abantu baselokishini iMpumalanga, eHammarsdale, ngephoyisa okuthiwa lidutshulwe labulawa uyise wengane ngoLwesibili.

time to read

1 min

June 18, 2026

Isolezwe

Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa

IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.

time to read

2 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko

UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.

time to read

1 mins

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist

U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.

time to read

1 min

June 17, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuhlehle icala ngezinsolo zokudedelwa ngoshwele kwababoshelwe owe-e-hailing

LIHEHLISELWE uLwesithathu, ukuze umphenyi aqinisekise ukuthi kuyiqiniso noma kungamanga ukuthi bangaphandle ngoshwele abasolwa ababili, kwabathathu, abasolwa ecaleni elithinta umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile nabagibeli bakhe.

time to read

2 mins

June 15, 2026

Isolezwe

Kugqame ubuhle bokuthandana kowe-picnic yezinkondlo

UMYALEZO wobuhle bothando, wubumgoka bokuthandana ngokweqiniso nokusebenzisa izindlela namasu okwehlukene ukukhombisana uthando - iyona ndikimba egqame kakhulu emcimbini wobuciko obuqala ukwenzeka nonyaka iGubhela & Friends Poetry Picnic.

time to read

1 mins

June 15, 2026

Isolezwe

USiya uhlonipha isipho ngengoma ayenze noKhuzani

I KHULUMA ngesipho esiyimpilo nezingqinamba ezihlukene abantu abaningi abadlula kuzo empilweni uma beya bekhula, ingoma ethakaselwe abaningi ezinkundleni zokuxhumana kaSiya Ntuli noKhuzani Mpungose.

time to read

1 min

June 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzoshova esuka eGoli aphelele eThekwini

UKUVELELWA yizinto ezibuhlungu empilweni akumvimbanga ukuthi ayeke ukunakekela umzimba wakhe uDJ osekuphele iminyaka emibili manje angena emkhakheni wokuzivocavoca.

time to read

1 min

June 12, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size