Facebook Pixel Bafuna izivivinyo zika-matric zigaywe nguhulumeni ukwehlisa izindleko | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें

कोशिश गोल्ड - मुक्त

Bafuna izivivinyo zika-matric zigaywe nguhulumeni ukwehlisa izindleko

Isolezwe

|

June 23, 2025

UKUBIZA imali engafani kwezinkampani ezizimele ezinikwe umsebenzi wokugaya amaphepha ezivivinyo zika-matric ezifundazweni ezehlukene kuleli njengoba ezinye zibiza ngaphezu kuka-R500 million, sekwenza amalungu ePhalamende afuna lo msebenzi wenziwe nguhulumeni.

- MHLENGI SHANGASE

Amalungu ekomiti lezeMfundo, iSayensi nomkhakha wamaCiko ePhalamende, akhale ngemali ebizwa yizinkampani ezizimele, athe iphezulu.

Emhlanganweni wakamuva waleli komiti lapho bekuvele khona izikhulu zomnyango, kuvele ukuthi ezinye izifundazwe zisebenzisa izinkampani ezizimele kanti ezinye zisebenzisa isikhungo sikahulumeni, ukugaya aka-matric.

Amalungu akhale ngokuthi kuthenjelwe ezinkampanini ezizimele ukwenza umsebenzi wesizwe omngaka, aphakamisa ukuthi kungangcono uma ngase lo msebenzi wenziwe nguhulumeni ukuze kongeke imali enkulu esetshenziswayo.

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के June 23, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Isolezwe

I-ANC ihlangane namaciko inxenxa ivoti ukubuyisa omasipala

EMKHANKASWENI wayo wokubuyisa oMasipala abayilahlekela okhethweni lohulumeni basekhaya, i-ANC KwaZulu-Natal isihlangane namaciko akulesi sifundazwe yathembisa ukuwaqasha emicimbini ehlukene ezobe ikhankasa kuyo.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ukusebenzisa i-Ashwagandha kunomthelela omubi

I NGCINDEZI yasemsebenzini, ukugqilazeka emqondweni ngenxa yezinselelo zobudlelwano bezothando, indlala yamathuba omsebenzi, ububha nokunye okuhlupha abantu nsuku zonke - yizona zizathu ezinqala osekuvele ukuthi zenza abantu abaningi basebenzise imikhiqizo yekhambi lodumo, i-Ashwagandha.

time to read

1 mins

June 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-UCT nocwaningo ngokungaqasheki kwentsha

ABANTU abasha abafundele imikhakha ehlukene yemfundo ephakeme basuke bebheke ukuthi ukuqashwa kwabo kulele ekutheni babizwe kwinhlolokhono yomsebenzi, okubanika ithuba lokuzidayisa ngokusho okuhlabahlosile okungadoba iso nendlebe kwabagashayo.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Zithuka izanya izihlobo zikathisha obulawe ngesihluku

ZITHUKA izanya izihlobo zikathisha waseMkhombe High, oMbimbini Reserve, KwaNongoma, kulandela ukudutshulwa kwakhe ngesihluku, kade kunohlu lwabomndeni abazobulawa okuthiwa beluzungeza ezinkundleni zokuxhumana.

time to read

2 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Kusolwa izidakamizwa ngogwaze wabulala uyise

USALE udidekile umndeni wowesilisa obebaleke kubo emva kokugwaza uyise afe esebuya ekhaya esezwakala ingqondo ingasathathi kahle, wabuye wanyamalala engakabizwa amaphoyisa.

time to read

1 mins

June 03, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ayingithusi eka-R1 million wokukhokhela ozongibulala: Phakel'umthakathi

ISHINGA lakwaMandlakazi, KwaNongoma, enyakatho yaKwaZulu-Natal, eliyisishoshovu sezamasiko uPhakel' umthakathi, selidalule ukuthi alithuswa nakancane yisenzo sabantu bokufika, elibasola ngokuthi bahlanganise u-R1 million wokukhokhela inkabi ukuthi imsoconge.

time to read

1 min

June 03, 2026

Isolezwe

Kuhambe induna yabalandeli beNdlamlenze

ISIHLABANI sikamaskandi, uKhuzani \"Indlamlenze\" Mpungose, sigqemeke udume lwengozi sishiywa emhlabeni yinduna yabalandeli baso baKwaNongoma, uXolani \"Sdakamizwa\" Mathe.

time to read

1 min

June 02, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owe-kwaito necwecwe lohambo lweminyaka ewu-25 emculweni

U MCULI wekwaito uNkiyase Mondlana-Mbatha usedalule ukuthi uzosebenzisa icwecwe lakhe lesihlanu ukugubha iminyaka engaphezu kuka-25 esendimeni yezobuciko, nokuzoba yindlela yokukhombisa abeza ngemva kwakhe okungabasiza ukubukela esigabeni akusona.

time to read

1 min

June 02, 2026

Isolezwe

Bazophunyuzwa wukuboshwa kwesoka elisolwa ngokubulala

UMNDENI wowesifazane ongasekho waseShakashead, KwaDukuza, ufuna amaphoyisa athungathe uyise wengane yakhe, ambophe, kulandela ukuvela kwezinsolo zokuthi umbulale ngoshevu.

time to read

2 mins

June 02, 2026

Isolezwe

Bafuna izimpendulo ngokuthiwa ubulawe wugandaganda

UFUNA izimpendulo ezizwakalayo umndeni wowesilisa waseDriefontein, oThongathi, kulandela isigameko sokufa kwakhe emsebenzini ngoMgqibelo, kuthiwa ushayiswe ugandaganda.

time to read

1 min

June 02, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size