Facebook Pixel USuarez ezinyathelweni 'zabashaye udaka' kwiSundowns | Isolezwe - newspaper - इस कहानी को Magzter.com पर पढ़ें
मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

मैगज़्टर गोल्ड के साथ असीमित हो जाओ

10,000 से अधिक पत्रिकाओं, समाचार पत्रों और प्रीमियम कहानियों तक असीमित पहुंच प्राप्त करें सिर्फ

$149.99
 
$74.99/वर्ष

कोशिश गोल्ड - मुक्त

USuarez ezinyathelweni 'zabashaye udaka' kwiSundowns

Isolezwe

|

June 18, 2025

AMAPHUTHA asobala kaLucas Suarez weMamelodi Sundowns awenza emidlalweni emibili emqoka okungoweKaizer Chiefs nowe-Orlando Pirates, aqhathe lesi sitobha sase-Argentina naleli qembu laseChloorkop eselimemezele ukuthi ngeke lisaqhubeka naso ngesizini ezayo.

- MTHOKOZISI MNCUSENI

USuarez ezinyathelweni 'zabashaye udaka' kwiSundowns

Isinqumo seSundowns sokungawusebenzisi umbandela wokuthenga uSuarez oneminyaka engu-30 ubudala, siqinisekiswe umqeqeshi weSundowns, uMiguel Cardoso obekhuluma nethimba layo labezindaba ese-United States of America (USA).

ISundowns iwuqale izolo phakathi kwamabili neHD Ulsan yaseSouth Korea lo mqhudelwano ozoqhubeka kuze kube uJulayi 13.

USuarez ojoyine iDowns ezinyangeni eziyisithupha ezedlule, ufike lilikhulu isasasa ngaye kwazise ubezovala isikhala somdlali wasemuva odlala ngonyawo lwangakwesokunxele esavuleke ngemuva kokuhamba kuka-Abdelmouanaim Boutoul obuyele kwelakubo eMorocco.

Isolezwe

यह कहानी Isolezwe के June 18, 2025 संस्करण से ली गई है।

हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।

क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं?

Isolezwe से और कहानियाँ

Isolezwe

Isolezwe

Kukhuzwa ukusabalala kwamampunge 'ngabokufika abadune itekisi inabafundi'

IKHUZA ukusatshalaliswa kwezinsolo ezingamampunge ikhansela laseMgungundlovu, kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi abokufika bathumbe abafundi besikole saKwaMpumuza ngoLwesibili.

time to read

1 min

May 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvinqobe ngemfundo impi yezidakamizwa

KUZIKHULULA enkingeni ayezifake kuyona yokuluthwa nokulawulwa yisidakamizwa esiwumbulalazwe iwunga kuthele izithelo ezinhle nezibonakalayo kuThabiso Khumalo, eba ngesinye sezitshudeni ezithweswe iziqu eDurban University of Technology (DUT).

time to read

1 mins

May 28, 2026

Isolezwe

Imibono ehlukene umlingisi evakashele onesifo sokuguga

UMLINGISI wakuleli, uDawn Thandeka King, ususe ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ebonakala evakashele uSnenhlanhla Khoza (31) intokazi ephila ne-werner syndrome, isifo esingajwayelekile solibofuzo esidala ukuguga ngaphambi kwesikhathi.

time to read

1 min

May 27, 2026

Isolezwe

Ufisa ukuyeka ukufundisa uthisha oxakwe yindle egumbini lakhe

USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha waseMlalazi Primary, eShowe, othi njalo uma kunguMsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa.

time to read

1 min

May 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ujokhi owaziwayo uthweswe amacala enkohlakalo

KUBE nokushageka nokushukuma kwesimo emkhakheni wezomdlalo wamahhashi, okudalwe wukutholwa necala kukajokhi owaziwayo uSmanga Khumalo, emva kophenyo obelenziwa ngabophiko olubhekele ubuqotho kulo mdlalo iNational Horseracing Authority (NHA).

time to read

1 mins

May 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

'Abasafuneki othisha abadube ukufundisa bebalekela amakhamera'

ABAZALI ebebevutha bengabaselwe emhlanganweni, bamtshele kwezikabhoqo uMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, ukuthi abasabadingi esikoleni sabo othisha abalaxaza ukufundisa bedinwa ukufakwa kwamakhamera.

time to read

2 mins

May 27, 2026

Isolezwe

Zilikhalele iphoyisa 'elidlwengule' umfundi

KULINDELEKE ukuthi lisifake ngoLwesihlanu isicelo sebheyili iphoyisa eliboshelwe icala lokudlwengula, amabili okuzama ukubulala, kanjalo nelokuqhumisa isibhamu emphakathini.

time to read

1 mins

May 26, 2026

Isolezwe

Zikuvothandaba izinhlelo zokuhlonipha uJohnny Clegg nge-albhamu

AYA ngokuvuthwa amalungiselelo ezinhlelo zokuhlonipha nge-albhamu ingqalabutho yomculi wakuleli uJohnny Clegg, ongasekho emhlabeni.

time to read

1 mins

May 26, 2026

Isolezwe

Utaku phezu kolunye kuBrown Mogotsi

KUVELE izinsolo ezishaqisayo ngosomabhizinisi obuye azibize ngengede yamaphoyisa, uMnuz Brown Mogotsi, ecela ibheyili eNkantolo yeMantshi yaseJohannesburg izolo.

time to read

1 min

May 26, 2026

Isolezwe

I-UKZN nocwaningo lobuhle bezibonelelo zikahulumeni

UCWANINGO olwenziwe yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) seluveze ukuthi ukuqhuba izinhlelo zezibonelelo zikahulumeni zokwaxa nokwehlisa umthwalo ebantwini abangasebenzi kungasiza ukwehlisa izinga lokucindezeleka emigondweni yabo.

time to read

1 mins

May 26, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size