कोशिश गोल्ड - मुक्त
I-JVW ishaye iSundonws Ladies okokuqala kwiHollywoodbets
Isolezwe
|June 17, 2025
IPHINDE yakhombisa ukuba yiqembu elizoba yingozi kule sizini i-JVW FC iguqisa iMamelodi Sundonws Ladies ngo 2-1 koweHollywoodbets Super League e-UJ Stadium, eSoweto, ngeSonto.
I-JVW esefomini enhle selokhu kuqale le sizini ka-2025, ibe yiqembu lokuqala kule sizini ukushaya iSundonwns, kanti bese kungokwesibili kule sizini leli qembu lasePitoli, elingompetha abavikela isicoco lilahla amaphuzu amathathu njengoba emasontweni edlule, ligingqwelwe yiRoyal AM Ladies ngokufika sekudlule isikhathi enkundleni.
Ngaphandle kokuthi bekungokokuqala i-JVW ishaya iSundowns, leli qembu eliphethwe nguJanine van Wyk owayengukaputeni weBanyana Banyana ngokubambisana noLauren Duncan, okumanje lisendaweni yesithathu kwi-log yeSuper League, alikashaywa emidlalweni engu-11 yakamuva njengoba lagcina ngoMashi 9, ukuthola isibhaxu kuyona iSundowns emzuliswaneni wokuqala wesizini.
यह कहानी Isolezwe के June 17, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Abuye ngezinkani amaphara edla umzila edolobheni eThekwini
IMILUTHA yewunga esivimbanise emgwaqweni uChe Guevara (Moore Road) enkabeni yeTheku
1 min
November 07, 2025
Isolezwe
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
1 min
October 29, 2025
Isolezwe
Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha
Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS
1 min
October 28, 2025
Isolezwe
HALALA BAFANA BAFANA!
KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Kwaze 'kwabhizi' eMzansi
EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)
1 min
October 10, 2025
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025
Listen
Translate
Change font size

