कोशिश गोल्ड - मुक्त
Kukhonye iBomvini kwiNtokozo Myeni U/15 Tournament
Isolezwe
|June 11, 2025
UBALISA ngokungesekwa ngabazali umqeqeshi weBomvini FC enqobe umqhudelwano waminyaka yonke, iNtokozo Myeni Under 15 Soccer Tournament, eNgwelezane New Fields, eMpangeni, ngoMgqibelo.
IBomvini eyayinqobe lo mqhudelwano nyakenye, ikuphindile lokho yehlula iBarcelona ngo 4-3 sekukhahlelwa amaphenathi emuva kokuthi umdlalo uphele zibambene ngo 0-0. Lo mqhudelwano obekungowesihlanu, ubungenelwe ngamaqembu angu-14 asezindaweni ezekhele iMpangeni. Ubuwethanyelwe yinqwaba yabaladeli abebethokozela ukubona ikhono labadlali baseMpangeni okuyindawo ekhiqize abadlali abaningi asebeyibamba kwiBetway Premiership okubalwa kubona u-Omega Mdaka odlalela iStellenbosch, Simphiwe Mcineka ongukaputeni weRichards Bay nabanye.
यह कहानी Isolezwe के June 11, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Kuboshwe obekunesikhathi ezingelwa woKlebe
IZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMzimkhulu ngoLwesine indoda obese kuphele isikhathi esingaphezu konyaka ibalekela ingalo yomthetho.
1 min
June 23, 2026
Isolezwe
Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo
IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula.
1 min
June 23, 2026
Isolezwe
Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende
BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.
2 mins
June 23, 2026
Isolezwe
Bazonikwa amasu ezomnotho kosomabhizinisi basemakhaya
OSOMABHIZINISI basezindaweni zasemakhaya, abatshalimali nababhekele umnotho owakhiwa ezindaweni zasemakhaya bazocetshiswa ngamathuba okufeza lokho, ukuze kufukuleke izindawo zasemakhaya kwandiswe nezinhlelo zokutshala imali kuzona.
1 min
June 23, 2026
Isolezwe
Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika
UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.
1 min
old June 22, 2026
Isolezwe
Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika
UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.
1 min
June 22, 2026
Isolezwe
Isilonda esingapholi ngowashaywa wanyamalala emshadweni
U SEKUDE ukuthola ukuthula owesifazane wase- Effingham, eThekwini, kuphela iminyaka eyisithupha indodana yakhe yanyamalala ngendlela engagondakali.
2 mins
June 22, 2026
Isolezwe
Isilonda esingapholi ngowashaywa wanyamalala emshadweni
SEKUDE ukuthola ukuthula owesifazane wase-Effingham, eThekwini, kuphela iminyaka eyisithupha indodana yakhe yanyamalala ngendlela engaqondakali.
2 mins
old June 22, 2026
Isolezwe
Kwembulwa kwembeswa kowayeqeqesha iBafana
USECELELWA iminikelo emphakathini owayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim \"Shakes\" Mashaba, okuvela ukuthi akasakwazi nokuhamba njengoba ehaqwe yi-TB nomdlavuza, i-prostate cancer.
1 mins
old June 22, 2026
Isolezwe
Kwembulwa kwembeswa kowayeqeqesha iBafana
USECELELWA iminikelo emphakathini owayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim \"Shakes\" Mashaba, okuvela ukuthi akasakwazi nokuhamba njengoba ehaqwe yi-TB nomdlavuza, i-prostate cancer.
1 mins
June 22, 2026
Listen
Translate
Change font size
