कोशिश गोल्ड - मुक्त
Ubanjiswe wunyanyavu lwemoto obeseqole iSassa iminyaka ehola eyezipoki
Isolezwe
|June 09, 2025
U QHATHWE yiToyota Fortuner asanda kuyithenga owesifazane waseCamperdown, okuvela ukuthi uqole iSouth African Social Security Agency (Sassa) izigidi.
-
Owesifazane (37) oboshwe amaphoyisa ophiko lweCrime Intelligence, ibambisene neProvincial Organised Crime ngeledlule, kuvela ukuthi wayesebenza kwaSassa kodwa wabuye wesula.
Umthombo weSolezwe, olwazi ukusuka nokuhlala udaba ongeke uvezwe, uthe angaphezu kuka-180 amakhadi atholwe amaphoyisa kowesifazane ngesikhathi egasela kwakhe ngoLwesine eyophenya.
"Ubehola izibonelelo zikahulumeni ezehlukene ngawo wonke la makhadi. Kukhona ahola ngawo izibonelelo zabantu asebekhulile, kube esabakhubazekile, esezingane ezashonelwa abazali kanjalo neseqolo," kusho umthombo.
यह कहानी Isolezwe के June 09, 2025 संस्करण से ली गई है।
हजारों चुनिंदा प्रीमियम कहानियों और 10,000 से अधिक पत्रिकाओं और समाचार पत्रों तक पहुंचने के लिए मैगज़्टर गोल्ड की सदस्यता लें।
क्या आप पहले से ही ग्राहक हैं? साइन इन करें
Isolezwe से और कहानियाँ
Isolezwe
Ubonga ukwesekwa eveza izindaba zokungasebenzi
UMETHULI wezinhlelo uNimrod Nkosi usebonge ukwesekwa kusabalala ingxoxo ayenayo nozakwabo ekhala ngokungasebenzi
1 min
May 07, 2026
Isolezwe
UThando 'akezwamshini' ngomdlalo onobungozi
YIZE ecishe walimala umsakazi futhi owumlingisi, uThando Thabethe, muva nje ezibandakanye emdlalweni wokutshuza emoyeni wehla ebhanoyini lisemoyeni phecelezi i-skydiving, kodwa akaziboni ewuyeka
1 min
May 07, 2026
Isolezwe
Izidumbu empini yemindeni eMbumbulu
KHULUNYELWA emakhoneni eyokuphuma kwezidumbu ezimbili eMadundube, eMbumbulu, ngoMgqibelo ngesikhathi kuxabana imindeni emibili esiphenduke inkukhu nempaka
1 mins
May 07, 2026
Isolezwe
Osaziwayo abasalanga kuthweswa iziqu e-UKZN
BAQHAKAZILE ekugqamiseni imfundo osaziwayo baKwaZuluNatal njengoba ngoMsombuluko, isikhungo iNyuvesi yaKwaZulu-Natal siqale imicimbi yokuthwesa izitshudeni iziqu
1 min
May 06, 2026
Isolezwe
Ingwiji kwabasole uMkhwanazi ngolimi olunenhlabathi
USESHAYA ungqimphothwe umsunguli weThekwini Neighbourhood Watch, uMnuz Andile Jali, ngamazwi ashiwo uKhomishana wamaPhoyisa KwaZuluNatal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi phambilini amsole ngokukhuluma amazwi anenhlabathi
1 min
May 06, 2026
Isolezwe
Kuboshwe umyeni kutholakala 'amathambo owaduka'
ATHOLWE eweni laseMtshezi amathambo okusolakala ukuthi ngakaNksz Lungile Khumalo waseStulwane, eBergville, osekuphele iminyaka engu-9 aduka
1 mins
May 06, 2026
Isolezwe
Zidonse amehlo omhlaba izintokazi zakuleli kuMet Gala
INTOKAZI engumculi yase Johannesburg, uTyla, iphinde yaba ngundabamlonyeni futhi yanconywa njengomunye wosaziwayo abebegqoke kahle nakulo nyaka emcimbini wemfashini waseMelika owaziwa ngeMet Gala
1 min
May 06, 2026
Isolezwe
Usomatekisi uchaza ngokwenze wafuna umagondana kwiTV
UBEFUNA indlela ezomenza athembeke kuphathina wakhe uma esemtholile usomatekisi waseSoweto, uKelebogile \"Trivi K\" Morake (26), ngoLwesihlanu obonakale ohlelweni iMageza Want a Wife, kuMzansi Magic
1 min
May 05, 2026
Isolezwe
Babalisa ngesibhaxu sonogada ezitimeleni
BABALISA ngesibhaxu abathi basithola konogada benkampani yakwaPrasa abagibeli bezitimela ezihamba phakathi kwaseMlaza nasedolobheni iTheku
2 mins
May 05, 2026
Isolezwe
Luyashuba olwamakhosi 'aghathwa uButhelezi'
LUYA ngokushuba udaba lwamakhosi amabili aseMzimkhulu abhekene ngeziqu zamehlo ngombango wendawo iMfulamhle
2 mins
May 05, 2026
Listen
Translate
Change font size
