Essayer OR - Gratuit
UConnie usinde eseqolwa ngubuchwepheshe be-Al
Isolezwe
|July 16, 2025
UMLINGISI wodumo kwiGenerations The Legacy neThe Queen, uConnie Ferguson, uqwashisa ngabantu asebesebenzisa ubuchwepheshe be-AI ukuqola abanye ngokuzenza osaziwayo. UConnie (55), uthe uvundulule umlisa mumbe obezenza yena onguMadonsela.
"Ngathola umyalezo kwiWhatsApp neMissed Video Call kuConnie Ferguson-mbumbulu. Le nombolo ikhombisa ukuthi ekaMadonsela kwiTruecaller. Leli qola langifonela nge-video call futhi ngaliqopha ngenye ifoni," kusho uConnie.
Uthe ubengenasiqiniseko sokuthi yini obekufanele ayilindele nokuthi ubengafuni iqola limbone ubuso uma becisha ucingo.
"Emuva kwemizuzwana ulicishile ucingo maqede wabhala ukuthi 'angithi ungibonile?"
Cette histoire est tirée de l'édition July 16, 2025 de Isolezwe.
Abonnez-vous à Magzter GOLD pour accéder à des milliers d'histoires premium sélectionnées et à plus de 9 000 magazines et journaux.
Déjà abonné ? Se connecter
PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe
Isolezwe
Usathuka izanya uthishanhloko obethunjwe watholwa eboshiwe eNanda
UBONGA awuphezi ukuthi utholwe esadla anhlamvana umndeni kathishanhloko wesinye sezikole eDonnybrook, kodwa ohlala eMkhazini, ngaseFolweni, othunjwe amadoda angaziwa ngeSonto ebusuku
1 min
April 14, 2026
Isolezwe
Ummeli kaDuduzile usole ufakazi ngombiko abengawuphethe
ISAZI sezomthetho wokusetshenziswa kwezinkundla zokuxhumana, uNkk Emma Sadleir, simile ekutheni indodakazi yomholi weMKP, uMnuz Jacob Zuma, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla, yayilokhu iyiphehlile eyodweshu ngesikhathi sezibhelu zango-2021
2 mins
April 14, 2026
Isolezwe
UMazibuko ushone egcizelela lapho ezofihlwa khona
BISIYIBONA indlela yayo ingwazi yeLadysmith Black Mambazo, uMdletshe Albert Mazibuko, edlule emhlabeni ngeSonto eledule, emuva kokugula njengoba igcizelele kumfowabo isesibhedlela ukuthi ifuna ukufihlwa kuphi ngaphambi kokuthi kuyenele ngakusasa
1 mins
April 14, 2026
Isolezwe
Umndeni ukhalela ukubuya kwethambo loshonele eRussia
UKHALELA ukubuya kwethambo lomyeni okuthiwa ushonele eRussia, ngenyanga edlule, owesifazane waKwaVukaphansi, eMakhabeleni, eKranskop
1 mins
April 13, 2026
Isolezwe
Isiqalo esisha sothando kushada uKhuli noLamiez
BAVEZE ukuthi isiqalo sabo esisha sothando ukuzibophezela emshadweni, osaziwayo bakuleli uKhuli Chana noLamiez Holworthy, izolo, okusabalale izithombe zabo njengoba beziwushaya
1 min
April 13, 2026
Isolezwe
Isematheni eyokwehlukanisa kwabatholana kwi-Big Brother Mzansi
ISIPHENDUKE indaba egudwini ezinkundleni zokuxhumana eyokuphela komshado kaThato Immaculate Mthombeni noGashwan \"Gash 1\" Mthombeni, ababopha ifindo likasofasilahlane emuva kokutholana endlini ohlelweni lwethevishini i-Big Brother Mzansi eminyakeni edlule
1 min
April 13, 2026
Isolezwe
Kujabule umndeni obungcwaba kuboshwa umsolwa obulale ngesihluku
UZITHAKASELE umndeni izindaba zokuboshwa kobeyisoka lowesifazane obulawe ngesihluku ngeledlule, eNkwezane, eDoringkop, KwaDukuza, izolo
1 min
April 13, 2026
Isolezwe
Sisabhibha kuHlabisa isilonda sokuphucwa iqatha emlonyeni yiМКР
UMHOLI we-IFP, uMnuz Velenkosini Hlabisa, uthe ukuvumbuka kweqembu iMKP, kwabaphuca iqatha emlonyeni okhethweni lwango-2024, njengoba ekholelwa ukuthi babezozidlela amahlanga KwaZulu-Natal, ukuba lalingekho iqembu eliholwa owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma
1 min
April 10, 2026
Isolezwe
Anginqwahile nengqungquthela ye-IFP: Hlabisa
UMHOLI we-IFP, uMnuz Velenkosini Hlabisa, usephumele obala wathi akavimbile ukuthi kube nengqungquthela yokukhetha ubuholi beqembu
1 mins
April 10, 2026
Isolezwe
Uthando Iwababukeli Iwenza luqhubeke uZalo: abadidiyeli
UKING David Muvhengo ongomunye wabadidiyeli wabadidiyeli bomdlalo Uzalo, useveze ukuthi uthando olulokhu lukhonjiswe ababukeli balo mdlalo, abagala kudala ukuwulandela, yilona olubagqugquzela ukuthi benze umsebenzi oncomekayo
1 min
April 10, 2026
Listen
Translate
Change font size
