Facebook Pixel Useyintandokazi yabalandeli umgadli omusha weBanyana | Isolezwe - newspaper - Lisez cet article sur Magzter.com
Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Obtenez un accès illimité à plus de 9 000 magazines, journaux et articles Premium pour seulement

$149.99
 
$74.99/Année

Essayer OR - Gratuit

Useyintandokazi yabalandeli umgadli omusha weBanyana

Isolezwe

|

July 16, 2025

USEPHENDUKE undabuzekwayo ezinkundleni zokuxhumana selokhu kuqale iWomen's Africa Cup of Nations (Wafcon) eMorocco, ngesonto eledlule, umgadli omusha weBanyana Banyana, uRonnel Donnelly.

- XOLILE MPISANE

Lo mgadli (21) odabuka eWentworth, eThekwini, uqale ukuba sematheni ngesikhathi edlala okokuqala eqenjini lesizwe elikhulu kowokuvula wamaqoqo neGhana ngoMsombuluko odlule.

Ushayele elakuleli igoli lokuqala libhudluza iMali ngo 4-0 emdlalweni wokugcina wamaqoqo ngoMsombuluko.

Nakuba uDonnelly esangene esuka ebhentshini kuyona yonke imidlalo kodwa usekwazile ukudonsa amehlo abathandi bebhola ezweni lonkana.

PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe

Isolezwe

Uvalo kudutshulwa abangu-13 bebuka ibhola

NAMANJE akuvumi ukuthi bakukholwe okwenzekile abantu baseNsimbini, eMayville, ngeSonto ngemuva kokuba kudutshulwe abantu abangu-13 ebebehlezi bebuka ibhola endaweni yokucima ukoma yakuyona le ndawo.

time to read

2 mins

May 29, 2026

Isolezwe

Idili lomculo kacothoza ePlayhouse

KUZOBE kusina kudedelana amaqembu omculo wesicathamiya eThe Playhouse, eThekwini, kusasa njengoba kuzobe kunomcimbi wesibili owaziwa ngokuthi Isicathamiya Concert.

time to read

1 min

May 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-The Ascots nobumnandi bekhethelo kwiHDJ

ABACULI abadume emhlabeni jikelele futhi abagokwe kumaGrammy, uBryson Tiller, Masego noSwae Lee bazoba yingxenye yobukhazikhazi beHollywoodbets Durban July (HDJ) yanonyaka, njengoba i-Ascots ilungiselela ukubamba iqhaza kule ndumezulu eseGreyville, eThekwini, ngoJulayi 4.

time to read

1 min

May 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kukhuzwa ukusabalala kwamampunge 'ngabokufika abadune itekisi inabafundi'

IKHUZA ukusatshalaliswa kwezinsolo ezingamampunge ikhansela laseMgungundlovu, kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi abokufika bathumbe abafundi besikole saKwaMpumuza ngoLwesibili.

time to read

1 min

May 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvinqobe ngemfundo impi yezidakamizwa

KUZIKHULULA enkingeni ayezifake kuyona yokuluthwa nokulawulwa yisidakamizwa esiwumbulalazwe iwunga kuthele izithelo ezinhle nezibonakalayo kuThabiso Khumalo, eba ngesinye sezitshudeni ezithweswe iziqu eDurban University of Technology (DUT).

time to read

1 mins

May 28, 2026

Isolezwe

Imibono ehlukene umlingisi evakashele onesifo sokuguga

UMLINGISI wakuleli, uDawn Thandeka King, ususe ukukhuluma ezinkundleni zokuxhumana ebonakala evakashele uSnenhlanhla Khoza (31) intokazi ephila ne-werner syndrome, isifo esingajwayelekile solibofuzo esidala ukuguga ngaphambi kwesikhathi.

time to read

1 min

May 27, 2026

Isolezwe

Ufisa ukuyeka ukufundisa uthisha oxakwe yindle egumbini lakhe

USECABANGA nokuyeka ukufundisa uthisha waseMlalazi Primary, eShowe, othi njalo uma kunguMsombuluko ufica ngenkunzimalanga yedede egunjini lakhe lokufundisa.

time to read

1 min

May 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ujokhi owaziwayo uthweswe amacala enkohlakalo

KUBE nokushageka nokushukuma kwesimo emkhakheni wezomdlalo wamahhashi, okudalwe wukutholwa necala kukajokhi owaziwayo uSmanga Khumalo, emva kophenyo obelenziwa ngabophiko olubhekele ubuqotho kulo mdlalo iNational Horseracing Authority (NHA).

time to read

1 mins

May 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

'Abasafuneki othisha abadube ukufundisa bebalekela amakhamera'

ABAZALI ebebevutha bengabaselwe emhlanganweni, bamtshele kwezikabhoqo uMphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, ukuthi abasabadingi esikoleni sabo othisha abalaxaza ukufundisa bedinwa ukufakwa kwamakhamera.

time to read

2 mins

May 27, 2026

Isolezwe

Zilikhalele iphoyisa 'elidlwengule' umfundi

KULINDELEKE ukuthi lisifake ngoLwesihlanu isicelo sebheyili iphoyisa eliboshelwe icala lokudlwengula, amabili okuzama ukubulala, kanjalo nelokuqhumisa isibhamu emphakathini.

time to read

1 mins

May 26, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size