Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Obtenez un accès illimité à plus de 9 000 magazines, journaux et articles Premium pour seulement

$149.99
 
$74.99/Année

Essayer OR - Gratuit

I-ATM ithathe isinqumo esifanele ngokushintsha ubuholi

Isolezwe

|

July 10, 2025

MHLELI: Ngiyasincoma isinqumo esithathwe wubuholi be-ATM ngokugudluza uMnuz Vuyolwethu Zungula kwesokuba ngumengameli waleli qembu kuzwelonke. Nokho ngizocela ukuxolisa ukuthi sengiveza inkinga yami ngabanye abaholi bezombusazwe ngodaba oluthinta uMnuz Zungula, njengoba sekushintshwe ubuholi bakhe kwi-ATM.

Angisho nje ngingakufihli ukuthi bengingomunye obekufisa okwenziwe yileli qembu i-ATM. Anginanxa noZungula. Kodwa iyodwa inkinga yami ngobuholi bakhe nabanye abaholi kwamanye amaqembu, nokuyinto okumele ayigade kakhulu futhi njengoba engumholi weqembu ePhalamende.

Ngicabanga ukuthi sesibazi kahle abaholi bethu emaqenjini ahlukene indlela abaphendula ngayo, ikakhulukazi ezinkingeni ezibhekene neNingizimu Afrika ngezizathu ezahlukene. Abanye baphendula ngomoya ophansi; isibonelo, njengoMnuz Velenkosini Hlabisa we-IFP. Impendulo kaHlabisa kuba yileyo yokukhuluma kunokuthetha, lokhu okwenza ukuthi izwakale kahle indlela adlulisa ngayo imizwa yakhe odabeni olusezithebeni. Ngisho ngabe yayenzeni i-ANC esengaphandle kukahulumeni kodwa wawungeke umuzwe ekhombisa ukucasuka ngendlela exaka ukwenza. Ukucasuka kwakhe kusala ngaphakathi kwakhe, ebese eyakhuluma. Yingakho-ke futhi lo mholi engomunye wabaholi abakuhulumeni namuhla.

PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe

Isolezwe

Abuye ngezinkani amaphara edla umzila edolobheni eThekwini

IMILUTHA yewunga esivimbanise emgwaqweni uChe Guevara (Moore Road) enkabeni yeTheku

time to read

1 min

November 07, 2025

Isolezwe

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni

time to read

1 min

October 29, 2025

Isolezwe

Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha

Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS

time to read

1 min

October 28, 2025

Isolezwe

Isolezwe

HALALA BAFANA BAFANA!

KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi

time to read

1 min

October 15, 2025

Isolezwe

Kwaze 'kwabhizi' eMzansi

EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)

time to read

1 min

October 10, 2025

Isolezwe

'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'

U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'

time to read

1 min

September 03, 2025

Isolezwe

Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela

KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick

time to read

1 min

September 02, 2025

Isolezwe

Bakhungathekile

UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.

time to read

1 min

August 27, 2025

Isolezwe

Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume

INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha

time to read

1 min

August 20, 2025

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size