Essayer OR - Gratuit
IDundee July nombhidlango wokudala amathuba omsebenzi
Isolezwe
|July 08, 2025
KUSEQHULWINI kumhleli womcimbi iDundee July ukubona lo mcimbi udala amathuba omsebenzi uphinde uphephezelisele phezulu ifulegi lezindawo zasemakhaya.
Lokhu uMnuz Vezokuhle Nala weMathole Funerals, ukusho ngesikhathi kunesithangami nabezindaba ebesiseBattleField, eDundee eveza izinhlelo zokulungela ukusingatha lo mcimbi waminyaka yonke.
Uveze ukuthi owamahhashi uzoqala ngoJulayi 19.
UNala uthe njengoba kuntuleka amathuba omsebenzi, kumqoka kakhulu ukuthi kube khona abantu abasizakalayo njalo uma kunemicimbi yalolu hlobo.
Cette histoire est tirée de l'édition July 08, 2025 de Isolezwe.
Abonnez-vous à Magzter GOLD pour accéder à des milliers d'histoires premium sélectionnées et à plus de 9 000 magazines et journaux.
Déjà abonné ? Se connecter
PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe
Isolezwe
'Angifuni ukuchitha impilo yami ngithanda umufi'
UMREPHA uNadia Nakai eshuthe nomculi wamapiano uToss ezithombeni abazifake ezinkundleni zokuxhumana ngenyanga edlule
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
Kushone ozakhele udumo Emzini Wezinsizwa
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed \"Shiyisicefe\" Mgube
1 min
March 10, 2026
Isolezwe
Bahleli lubhojozi abelaphi beshiselwa imizi ngolwengane edukile
AHLELI ngesinqe esisodwa abelaphi bendabuko abakhele imijondolo yaseMarikana, eKokstad, kulandela ukushiswa kwemizi yabo wumphakathi odinwe wudaba lwengane elahlekile
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
UBahubhe usexoshiwe eWorkshop azakhele udumo kuyo
UMASKANDA uBahubhe usedalule ukuthi ngeke aphinde ethule ama-albhamu akhe ngaphandle kwenxanxathela yezitolo iWorkshop enkabeni yeTheku kulandela \"ukuxoshwa\" ngabaphathi bayo ngenxa yokugcwala kwabantu
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Ibandla lizoya kokhalaza ngqo kuMbhishobhi omisa uFata onobungoma
A ZOZIHAMBISELA ngokwawo izikhalazo zawo kuMbhishobhi oMkhulu uMandla Jwara, ophethe iDayosisi yaseThekwini, esontweni lamaRoma aKhatholika, amalungu ePherish yasePinetown, iThe Immaculate Conception Church
2 mins
March 09, 2026
Isolezwe
UBig Zulu nomcimbi ozoxoxa ngohambo Iwakhe emculweni
UZOXOXA ngohambo lwakhe lokungena endimeni yomculo aze avule isitebele somculo esinabaculi abadumile kuleli, umrepha waseBergville, uSiyabonga Nene odume ngelikaBig Zulu.
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Uphumela obala ngokubhubhudla u-R6.2 million
OWESIFAZANE waseMtubatuba, namanje osengundabamlonyeni ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuvela ohlelweni oluthi I Blew it, echaza ukuthi wayidla kanjani imali engu-R6
1 min
March 06, 2026
Isolezwe
Udube isigwebo olahlwe icala efuna kuxoshwe izintatheli
KUHLEHLISELWE usuku lwanamuhla ukugwetshwa kowesilisa olahlwe yicala lolubulala ngesihluku unina wengane yakhe owayengumfundi, kulandela ukwala kwakhe aphethe ukubuya ebhokisini, ethi akuxoshwe izintatheli
1 mins
March 06, 2026
Isolezwe
Uvalo ngokugobhoza kwegazi ngeyokwebiwa kwemfuyo
SIMANZONZO isimo eWeenen, ngaphansi kobukhosi beNkosi uSiphiwe Mvelase, ngenxa yokukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo
2 mins
March 06, 2026
Isolezwe
UThandiswa uzogubha iminyaka engu-50 ngedili lomculo eThekwini
INTANDOKAZI endimeni yomculo, uThandiswa Mazwai, ithe izizwa ibusisekile ngohambo ebe nalo emculweni, njengoba kulo nyaka igubha iminyaka engu-50 yazalwa
1 min
March 06, 2026
Listen
Translate
Change font size
