Essayer OR - Gratuit
Kungase kushintshe ukudla epuletini ngezintombi zomhlangano kwaShembe
Isolezwe
|June 23, 2025
KUNGASE kube nezinguquko ezinhlelweni Kezinhleleni zomhlangano. yonke webandla lakwaShembe ohlangothini lwaseBuhleni oluholwa Inkosi uMduduzi "Unyazilwezulu" Shembe. Lokhu kulandela ukuthi uhlangothi lwaseThembezinhle oluholwa yiNkosi Phinda "Ukukhanyakwelanga" Shembe, luthenge indawo iNtanda, eNdwedwe, ebisetshenziswa yizintombi zaseBuhleni ukukha izintingo eziyiswa kuNyazi eBuhleni, uma kuqala umhlangano kaJulayi.
Izintombi ziya eNtanda zihamba nabaphathi bazo zifike zikhe izintingo, zilalele izwi futhi zigobe amadlangala khona. Ngakusasa, zivuka ziye eBuhleni zithule izintingo kuNyazi, ziviliyele kube kuhle kudele.
Ukuthengwa kwale ndawo kusho ukuthi abaseBuhleni ngeke besakwazi ukuyisebenzisa kusukela kulo Julayi, njengoba sekungeyaseThembezinhle.
Kuthintwa uMshumayeli Chancey Sibisi, waseThembezinhle, ukuqinisekisile ukuthi le ndawo bayithengile.
Cette histoire est tirée de l'édition June 23, 2025 de Isolezwe.
Abonnez-vous à Magzter GOLD pour accéder à des milliers d'histoires premium sélectionnées et à plus de 9 000 magazines et journaux.
Déjà abonné ? Se connecter
PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe
Isolezwe
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
Indida ngonyamalale ephelezela abebeyogeza ngembuzi emfuleni
1 min
October 29, 2025
Isolezwe
Isikhulu sonogada sikhomba usomatekisi ngokufa kukathisha
Isithombe: DOCTOR NGCOBO/INDEPENDENT NEWSPAPERS
1 min
October 28, 2025
Isolezwe
HALALA BAFANA BAFANA!
KUFEZEKE iphupho leminyaka labathandi bebhola baseMzansi iBafana Bafana izibekisela indawo kwiNdebe yoMhlaba ezoba ngonyaka ozayo e-USA, Canada naseMexico.
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
Injabulo kuBig Zulu ngokusebenza nendodakazi
1 min
October 15, 2025
Isolezwe
Kwaze 'kwabhizi' eMzansi
EZINYE zezimoto ezishaqwe yi-Special Investigating Unit emzini oseSandton kaMnuz Hangwani Maumela (osesithombeni esishuthekiwe kwesokudla)
1 min
October 10, 2025
Isolezwe
'Wayehlale ehubha umkakhe ngezikhali'
U-principal 'wabulala umkakhe wabe esemfumbathisa isinqindi'
1 min
September 03, 2025
Isolezwe
Amagama osondonzima kwelokubulawa kwekhansela
KUVELE negama likaMnuz Khulubuse Zuma (osesithombeni esikhulu) ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni. Abasolwa, uMnuz Thobani Hlongwa, Mnuz Khayelihle Shabalala neNkosi Simphiwe Eric Zuma bebevele eNkantolo yeMantshi eHowick
1 min
September 02, 2025
Isolezwe
Bakhungathekile
UMNUZ Vusimuzi 'Cat' Matlala uvele eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra nomkakhe uTsakani nabanye asolwa nabo ukuzocela ibheyili nokuhlehliselwe uSepthemba 2.
1 min
August 27, 2025
Isolezwe
Bezisatshwa nawunina izelamani 'ezibulele' ugogo nomalume
INGXENYE yabelaphi bendabuko abebehambele ingqungquthela yabo ebise-UKZN, eThekwini izolo. Bakhuthazwe ukuthi bangazenyezi ngomsebenzi wabo wokwelapha
1 min
August 20, 2025
Isolezwe
Umndeni ungcwabe umlenze isidumbu singatholakali
KUBE yinjabulo kuvulwa ifemu yakwaMahindra South Africa esinkudlwana eDube Trade Port eThekwini, izolo.
1 min
August 13, 2025
Listen
Translate
Change font size
