Facebook Pixel Ushiye esobunhlalakahle nezomthetho wangena kwezemfashini | Isolezwe - newspaper - Lisez cet article sur Magzter.com
Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Passez à l'illimité avec Magzter GOLD

Obtenez un accès illimité à plus de 9 000 magazines, journaux et articles Premium pour seulement

$149.99
 
$74.99/Année

Essayer OR - Gratuit

Ushiye esobunhlalakahle nezomthetho wangena kwezemfashini

Isolezwe

|

June 12, 2025

UTHANDO nentshisekelo yokusebenzisa ubuciko bezandla ukuziphilisa akubona kuwubizo kuyena - kwenze owesifazane osewusomabhizinisi washiya phansi imikhakha emibili ayifundele waqoka ukuziphilisa ngokwenza imisiko ehlukene yemfashini.

- SIMANGALISO NTSHANGASE

Lowo wuNksz Neliswa Jali, umnikazi wenkampani yengqephu iNelly J Designs, yaseThekwini, ayiqale emva kokuphothula izifundo zomkhakha we-Social Work nowe-Forensic Science; ayiphothule ngo-2019 nango-2023 e-University of South Africa.

Lo somabhizinisi odabuka eHarding, ogwini oluseNingizimu yaKwaZulu-Natal, uthe wafika kwelikaBhanana ezofunda ngoba enzela ukujabulisa abazali nokuthi abe nezicucu.

"Kodwa inhliziyo yami ibihlale isemkhakheni wemfashini kusukela ngisemncane, okuthe sengiphothule izifundo zami zokugcina ngo-2023, nganquma ukuyoqeqeshelwa umkhakha wemfashini unyaka wonke eZarh Fashion Academy.

PLUS D'HISTOIRES DE Isolezwe

Isolezwe

Izinkanyezi

ARIES: Mar 21 - Apr 19 QAPHELA ukuthi ukuba manqika nokungaqondisisi ezinye izinto, akuphazamisi ubudlelwano nomngani wakho

time to read

2 mins

April 28, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Izikhalo behlulwa kumaMetro

IKHULU isililo ezintokazini zaKwaZulu-Natal, uZee Nxumalo noNaledi Aphiwe, okuthe ngoMgqibelo, zabuya zishwiba izandla emcimbini wezindondo amaMetro FM Music Awards.

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Umafikizolo usethembe umklomelo ngomaqondana

UMCULI kamaskandi okwabangaconsi phansi kule ndima, Umafikizolo, usethembise ukuqhubeka ajabulise abalandeli bomculo wakhe nabelashwe yizingoma ezinomyalezo wothando

time to read

1 min

April 28, 2026

Isolezwe

Izinsongo emndenini wenyanga kubulawa umsolwa

UTHOLA izinsongo zokubulawa umndeni wenyanga eyayidumile KwaMhlabuyalingana, uMnuz James \"God'olulala amankankane\" Mthembu (61), kulandela ukubulawa komunye wabasolwa ngokuyisoconga ngeSonto

time to read

1 mins

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UCyan Boujee uchitha okumlumbanisa nenkohlakalo

USAZIWAYO waseNingizimu Afrika odume ngempilo ewubukhazikhazi, uDJ Cyan Boujee, uchitha ukuyamaniswa kwakhe nenkohlakalo

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uzofihlwa eKZN uCynthia Shange

NOKUBONGWA PHENYANE

time to read

1 min

April 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Umndeni ugxeka ukumataniswa kukaDJ Sumbody nezidakamizwa

UMNDENI kaDJ Sumbody, ogama lakhe lokuzalwa ngu-Oupa John Sefoka, usuzichithile izinsolo ezisabalale ngempelasonto, zokuthi indodana yawo ibingene shi ekuhwebeni ngezidakamizwa

time to read

1 min

April 23, 2026

Isolezwe

Amagama dezintokazi ezidumile kuboshwa isikhulu

ZITHI vu izintokazi ezidumile kuleli ngamahlebezi alokhu evela ngazo kulandela ukuboshwa kwesikhulu sikahulumeni, uKagiso Michael Lerutla, oyimenenja yedolobha kuMasipala waseKurhuleni

time to read

1 min

April 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uyathuthumela olinyazwe wumyeni esithweni sangasese

UYATHUTHUMELA owesifazane wakwa-H, eMlaza, othi ubhacile njengoba esaba ukuthi umyeni wakhe kungenzeka aphinde amenze isilo sengubo njengoba ezame ukumdubula kodwa wamshweba waphinda wamgxokogxa ngesikele esithweni sakhe sangasese

time to read

1 mins

April 22, 2026

Isolezwe

Kuphelile ngabafundi bakaJesu

KUPHELILE ngabafundi bakaJesu baseDanango, KwaMaphumulo, igama labo elibe sematheni emasontweni edlule

time to read

1 mins

April 22, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size