Facebook Pixel Bagqemekile kudlula obeyisishoshovu sabaculi abasafufusa | Isolezwe – newspaper – Lesen Sie diese Geschichte auf Magzter.com
Mit Magzter GOLD unbegrenztes Potenzial nutzen

Mit Magzter GOLD unbegrenztes Potenzial nutzen

Erhalten Sie unbegrenzten Zugriff auf über 9.000 Zeitschriften, Zeitungen und Premium-Artikel für nur

$149.99
 
$74.99/Jahr

Versuchen GOLD - Frei

Bagqemekile kudlula obeyisishoshovu sabaculi abasafufusa

Isolezwe

|

July 16, 2025

UTHATHWE yisifo samaphaphu umculi obeyisishoshovu esilwela ukuthi amaciko asafufusa anikezwe ithuba, uThabo "My Lord" Mkhize, oshone ngoMsombuluko.

- FANELESIBONGE BENGU

Bagqemekile kudlula obeyisishoshovu sabaculi abasafufusa

UMy Lord (49) ugqame kakhulu ngenhlangano yakhe, Imbumba, ebikhulumela amaciko ukuthi anikezwe amathuba ezindaweni zangasemakubo KwaZulu-Natal.

Indodakazi yalo mculi waKwaMashu odume ngezingoma okubalwa kuzo ne-39 Dockets, uNobuhle Magubane, ithe uyise ubebukeka esengcono ngoMgqibelo.

"Bekumbamba kubuye kumyeke ukugula kodwa ubeziqinisa. Kwatholakala ukuthi unamanzi emaphashini ngoJuni wonyaka odlule, kwavela nenkinga yezinso. Ngenyanga edlule uthe uma enza i x-ray kwatholakala amanzi futhi. NgoLwesibili wawa wabe eseya ePolly Clinic bamdlulisela eKing George (King Dinuzulu) lapho efike waphelela khona," kusho uNobuhle.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe

UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela

BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.

time to read

1 mins

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni

Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Utholwe elenga nezidumbu zamadodakazi owesilisa waseVerulam

KUSOLWA ukuthi uqale wabulala amadodakazi akhe amabili eneminyaka engu-4 nengu-7, owesilisa (37) waseVerulam, eThekwini, yena wase ezikhunga.

time to read

1 min

February 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela ukuqagela ngabaqhathwe kumaMetro FM Music Awards

NAPHEZU kokuthi amaqembu ezepolitiki ezwakalise ukukhathazeka ngoxhaso luka-R20 million lwamaMetro FM Music Awards eThekwini nonyaka, amalungiselelo ayaqhubeka njengoba ngoLwesine kuzomenyezelwa abaqokiwe.

time to read

1 min

February 24, 2026

Isolezwe

Indodana kasomatekisi (33) ecaleni lokudlwengula nokukhulelisa ona-14

SIVULELWE icala lokudlwengula nokukhulelisa ingane eneminyaka engu-13 indodana kasomatekisi odumile waseHammarsdale.

time to read

2 mins

February 24, 2026

Isolezwe

Bafe olwembiza bethola isidumbu sikathishanhloko

BAKHUNGATHEKILE ngokufa kukathishanhloko wesikole iMbonambi Primary, KwaMbonambi, okuvela ukuthi utholwe eshe wangqongqa emotweni yakhe ngoMgqibelo.

time to read

1 mins

February 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isibuyele eMzumbe indodana kaMseleku abekhala ngayo

ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela kwesiqephu esishiye abaningi bemangele ngendlela umuzi obukeka ngayo, njengoba kungasahlali muntu khona.

time to read

1 min

February 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

I-SABC ichitha amahlebezi ngokunyamalala kukaDJ Sbu

I-SABC ikuchithile ukuthi ukunyamalala komsakazi wohlelo lwasekuseni kwiRadio 2000, uSbusiso \"DJ Sbu\" Leope, kuhlangene nokuvela kwegama lakhe kwiKhomishini kaMadlanga.

time to read

1 min

February 23, 2026

Isolezwe

Kunabangaphandle kwabangu-16 000 abahlala emigwaqweni e Thekwini

KUKHONA nabasemazweni angaphandle ezinkulungwaneni ezinenkani yesele, ezihlala emgwaqweni yasedolobheni eThekwini.

time to read

1 min

February 23, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size