Versuchen GOLD - Frei
Sesilinde isitshulu esishubile embizeni yamaqembu ePSL
Isolezwe
|July 04, 2025
SISESIKHATHINI lapho amaqembu amaningi adlala ngaphansi kwe-Premier Soccer League kuleli, elungiselela ukuqala kwesizini entsha ka-2025/2026.
-
Njengoba uma kuqala unyaka abantu bezihlela kabusha ngabazokwenza onyakeni omusha, nasemaqenjini ebhola kuba njalo ekuqaleni kwesizini, ebhekisisa ukuthi afisa ukwenzani ngesizini entsha. Lokhu kusho ukuthi leli khefu kuba elokusinga emuva ukuthi kusebenzeke kanjani ngesizini edlule, kubuyekezwe.
Futhi kuba yithuba lokuthulula abakubona kungabasebenzelanga, ikakhulu kubadlali. Kanjalo nokuhlela kabusha imali ngokwezidingo zeqembu.
Diese Geschichte stammt aus der July 04, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela
U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa
ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick
UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.
1 min
January 30, 2026
Isolezwe
Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?
VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.
2 mins
January 29, 2026
Isolezwe
Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo
UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.
1 min
January 29, 2026
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo
BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala
ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda
KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
1 min
January 27, 2026
Listen
Translate
Change font size

