Versuchen GOLD - Frei
Kubhekwe isinqumo seDowns ngekusasa likaLorch
Isolezwe
|July 02, 2025
UKUSHAYA into yamehlo kukaThembinkosi Lorch kwiFifa Club World Cup edlalela iWydad Athletic yaseMorocco kungase kumfake enhliziyweni kaMiguel Cardoso, oqeqesha iMamelodi Sundowns lo mdlali asesemabhukwini ayo.
ULorch (31) uzoba semabhukwini eWydad kuze kube uJulayi 30, lapho kuzophela khona inkontileka yokubolekwa ephakathi kwakhe naleli qembu elinomlando eqale ngoJanuwari, nonyaka.
Igama lalo mdlali owagqama kwi-Orlando Pirates ngaphambi kokusayiniswa yiMamelodi Sundowns ngoJanuwari 26, wonyaka odlule, lisematheni kulezi zinsuku kulandela ingcwenga yebhola ayidlale e-United States of America (USA).
ULorch ulidlale lonke ibhola kwiClub World Cup yize iqembu lakhe likhale ngaphansi kuyona yonke imidlalo yamaqoqo.
Omunye weminyakazo eyenze kwakhulunywa ngaye kakhulu uLorch, yingcwenga yegoli ayishaye bebhekene nezinkunzi zase-Europe, iJuventus yase-Italy.
Diese Geschichte stammt aus der July 02, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela
U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa
ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.
1 mins
January 30, 2026
Isolezwe
Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick
UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.
1 min
January 30, 2026
Isolezwe
Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?
VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.
2 mins
January 29, 2026
Isolezwe
Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo
UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.
1 min
January 29, 2026
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo
BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala
ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda
KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
1 min
January 27, 2026
Listen
Translate
Change font size
