Versuchen GOLD - Frei

UNdunankulu nekhwelo ngamathuba emfundo kwabesifazane

Isolezwe

|

July 02, 2025

UNDUNANKULU waKwaZuluNatal uMnuz Thami Ntuli, usehlabe ikhwelo lokuthi kubekwe eqhulwini ukuhlinzekwa kwabesifazane ngamathuba emfundo alinganayo nawabesilisa.

- SIMANGALISO NTSHANGASE

Uthe lokhu kusiza ngokuthi kulingwane futhi kuthuthukwe ngendlela efanele nelinganayo.

UNtuli usho njalo ekhuluma emcimbini wokwendlalela iG20 Summit, ezoba seThekwini ngoNovemba - obuse-ICC, eThekwini izolo.

Indikimba yawo ibigxile ezinguqukweni kwezobulili kwezemfundo.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Amaphoyisa avuma 'eyokuhlulwa amaphara' eThekwini

AMAPHOYISA kaMasipala weTheku ayavuma ukuthi ukuvimbela abangenamakhaya nabasebenzisa izidakamizwa ukuthi bahlangane benze ubugebengu obuhlukene emgwaqweni u-Che Guevara, eduze nothelawayeka u-M4, enkabeni yedolobha, yimpi angakayinqobi.

time to read

1 min

February 06, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Basabheke izimpendulo ngowaduka kubo kamkhwenyana ngo-2018

USAKHALELA izimpendulo kanjalo nobulungiswa umndeni wowesifazane waseKuphumeleleni, KwaSanti, okuthiwa wahamba ekhaya ngoDisemba 2018, evakashela umkhwenyana, wangaphinde wabuya.

time to read

2 mins

February 06, 2026

Isolezwe

Umlingisi ovelele uqwashisa abesifazane ngamakhemikhali okuzicwala

UMLINGISI, uGail Mabalane, useveze ukuthi abesifazane kumele bazame ukwehlisa ukusebenzisa amakhemikhali ezintweni ezihlukene abazisebenzisa emizimbeni yabo.

time to read

1 min

February 06, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Usexolisile uNonku ngokungasikhokhi isikweletu semali yomngani wakhe

USEXOLISILE ngokungayikhokhi imali engaziwa isamba sayo namanje uNonku Williams ozakhele igama ohlelweni iThe Real Housewives of Durban.

time to read

1 min

February 06, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UKhuzani ufihle induku emqubeni ngomcimbi waseCarnival City

K ULINDELEKE ukuthi zibe ziningi izinto azojabulisa ngazo abalandeli bakhe umculi kamaskandi uKhuzani Mpungose, emcimbini walo nyaka ozobanjwa isibili iBlue Nation Festival, ezophinde ibanjelwe eCarnival City, ngoMeyi 2.

time to read

1 min

February 05, 2026

Isolezwe

Banqatshelwe ukungcwaba epulazini

IYIME emthumeni emndenini waseBergville, othi unqatshelwa wumlungu wepulazi abahlala kulona iDelta ukuba ungcwabe.

time to read

1 mins

February 05, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isendlalelo seCape Town Jazz ngedili e-UKZN

NGAPHAMBI kokucula kwiCape Town International Jazz Festival (CTIJF) ngoMashi, umshayi wopiyano futhi ongumqambi wezingoma uSibusiso Mash Mashiloane ubuyela esiteji nabaculi bakhe asebenesikhathi eside beyibambile, uDalisu Ndlazi (webhesi) noRiley Giandhari (wama-drum) abazocula njengeMash Trio eNyuvesi yaKwaZulu-Natal (UKZN) ngoFebhuwari 18 ngo-6.30

time to read

1 min

February 05, 2026

Isolezwe

Zinqunyelwe okatiki izinkabi eziboshwe nenkosi

BEKUZISHUBELE enkantolo izinkabi eziboshwe neNkosi Simphiwe Erick Zuma ecaleni lokubulawa kwekhansela le-DA kuMasipala waseMngeni, uMnuz Nhlalayenza Ndlovu, ngesikhathi zivele ngelinye icala lokuqotha abantu abangu-10.

time to read

1 min

February 05, 2026

Isolezwe

Kugxekwe uBravo B no-Ashay ngokuziqoka kwi-Big Brother

BADINWE bayaveva ezinkundleni zokuxhumana abanye babalandeli bohlelo i-Big Brother Mzansi, njengoba ngoMsombuluko, izinsizwa zaKwaZulu-Natal, zenze obekungalindelekile ziziqoka zona ukuthi zikhishwe uma zithola amavoti amancane.

time to read

1 min

February 04, 2026

Isolezwe

Isolezwe

ISilo asisazifuni izimayini KwaZulu-Natal

ISILO uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini asisafune mayini ezokumba umhlaba KwaZulu-Natal.

time to read

1 min

February 04, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size