Mit Magzter GOLD unbegrenztes Potenzial nutzen

Mit Magzter GOLD unbegrenztes Potenzial nutzen

Erhalten Sie unbegrenzten Zugriff auf über 9.000 Zeitschriften, Zeitungen und Premium-Artikel für nur

$149.99
 
$74.99/Jahr

Versuchen GOLD - Frei

Umnotho ungafukuleka uma singayeka ukuqhuba ipolitiki yobuqembu

Isolezwe

|

July 01, 2025

IZOLO kusongwe inyanga yentsha kuleli, obekuyisikhathi sokugubha abasha neqhaza labo ezweni esikhathini esedlule, kwesanamuhla nesangomuso. Kodwa kuyishwa ukuthi okuyibona bantu abaqhakanjiswayo banokuncane, uma kukhona, abangakujabulela ngenyanga yabo uNhlangulana.

Zibandisa amathumbu izibalo ezivezwa abe-Statistics South Africa ezikhomba ukuthi izinga labangasebenzi abasebasha abaphansi kweminyaka engu-35 kuleli selenyukele ku-46.1% ekwateni yokuqala yanonyaka lisuka ku-44.6% ngekwata eliphambi kwalelo. Lezi zibalo zikushiya unkemile uma ubhekisisa kulabo abaminyaka yabo ingaphansi kuka-24 abaswele imisebenzi ngoba esabo isibalo siku-62.4%. Ngabe sihleli n ebhomu elingaqhuma noma nini na?

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?

VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.

time to read

2 mins

January 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo

UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.

time to read

1 min

January 29, 2026

Isolezwe

Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni

SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.

time to read

2 mins

January 28, 2026

Isolezwe

Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo

BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.

time to read

1 mins

January 28, 2026

Isolezwe

llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala

ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.

time to read

1 mins

January 28, 2026

Isolezwe

Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda

KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.

time to read

1 mins

January 27, 2026

Isolezwe

OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo

UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.

time to read

1 min

January 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Basola umuntu owaziwayo kubulawa othandana nabobulili obufana nobakhe

USOLA ukuthi umsolwa wumuntu owaziwayo umndeni wowesilisa obethandana nabantu abanobulili obufana nobakhe, okuthiwa ubulawe ngesihluku eNumber 9, KwaXimba, ngeSonto.

time to read

1 mins

January 27, 2026

Isolezwe

Ibandla lakwaShembe liyathimula ngabacela ngezipho eziphezulu

IBANDLA lamaNazaretha, eBuhleni, seligxeke indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela izintombi ezizikhetha ngosuku lokugcina lomhlangano kaJanuwari.

time to read

1 min

January 27, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kukhuzwa ukuyamanisa ukufa nokhozi kushona uNjinji

UPHATHE kabi futhi kwathusa abaningi ukudlula emhlabeni kowayengumsakazi woKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza, othathwe wukugula esibhedlela ngoMgqibelo ekuseni.

time to read

2 mins

January 26, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size