Versuchen GOLD - Frei
Inkabi eyasoconga uMagaqa izimisele ukwelekelela kuboshwe abanye
Isolezwe
|July 01, 2025
NKABI evume icala lokusoconga owayengunobhala jikelele we-ANC Youth League, uMnuz Sindiso Magaqa, izimisele ukwelekelela uMbuso ukuze kuboshwe abanye.
USibusiso Ncengwa uthe uzimisele ukwelekelela uMbuso ngakho konke ozokudinga.
Ukusho lokhu ngesikhathi ezikhalela enkantolo ukuba ashaywe ngoswazi oluncane uma esegwetshwa. UNcengwa uveze ukuthi usabela impilo yakhe emva kokugonyuluka ngokubulala uMagaqa.
Izolo, ucelwe ukushintshelwa ejele iWestville.
Abasolwa ababili, uMnuz Sibonelo Myeza noMbulelo Mpofana bayaqhubeka nokuphika icala yize uNcengwa abaninda ngesikhathi egonyuluka ngetulo lokusoconga uMagaqa.
Icala labo lizothethwa ngo-Okthoba. Izolo iNkantolo eNkulu eMgungundlovu ilalele izethulo zikaNcengwa zokuba kungani kufanele athole isigwebo esincane.
Ummeli kaNcengwa, u-Advocate Andrew Matlamela, uthe ukuvuma kukaNcengwa icala kukhombisa ukuzimisela kwakhe ukwelekelela uMbuso.
UMatlamela uthe uNcengwa wahluba udlubu ekhasini ngesikhathi evuma icala.
Diese Geschichte stammt aus der July 01, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
Kubhede uhlelo Iwesiteleka abazali beshaya phansi ngonyawo
KUTHIKAMEZEKE ukufunda nokufundisa izolo esikoleni iMkhumbane Secondary, eChesterville, eThekwini, abafundi bezama ukubhikisha, kulandela ukubeka phansi oshoki kothisha abadinwe wukufakwa kwamakhamera emakilasini
1 mins
March 03, 2026
Isolezwe
Kuvele osaziwayo abazobanga u-R1 million ohlelweni Iwe-TV
UMLINGISI uWiseman Mncube noke waba nguMiss South Africa, uLalela Mswane, ngabanye bosaziwayo osekuqinisekisiwe ukuthi bazobanga isheke lika-R1 million ohlelweni lwethelevishini i-Tropika Island of Treasure.
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Zimkhalele owesifazane obeqola izintombi zakhe
ZIMKHALELE owesifazane waseThekwini obesebaqedile abesifazane athandana nabo ngokubaqola
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
U-llano usebheke impumelelo ngohambo Iwakhe kwiBig Brother
UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo eNanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo uLangelihle \"Ilano\" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-Big Brother Mzansi
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Ingwadla kunyamalala othisha esikoleni
ZIYAQONGA izinkinga zesikole saseMgababa, iMnganiwakhe High okuke kwavela ukuthi sibhekene noxhaxha lwezinkinga ezibandakanya isihlava sokulala kothisha nabafundi
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Basadidekile ngembangela yomlilo ababhujelwe yinqwaba yezihlobo
Uthe kubafi bekukhona izingane zakhe ezimbili, abazukulu bakhe abangamawele abazalwa umufi omdala, bese kuba ewumshana wakhe
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Uyavela ezimkhalele ngelemali yokuvikela
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, owesilisa oneminyaka engu-42, oboshwe ngoLwesihlanu, eCornubia, eThekwini, ngecala lokufuna ngodli imali yokuvikela
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Babheme bakholwa emcimbini kaJumbo
ABALITHOLANGA ithuba lokuthi bahlale phansi badonse umoya abalandeli bomculi wokholo, uJumbo Nyangiwe, ngoMgqibelo, ePlayhouse eThekwini
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Akucaci ngekusasa likaNkunzi kuZalo
KHULUNYELWA emakhoneni eyokuhamba kwesilomo somlingisi woZalo, uMasoja Msiza, kulo mdlalo wakwiSABC 1
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu
1 min
February 26, 2026
Listen
Translate
Change font size

