Versuchen GOLD - Frei
Udalwa yini umkhuba wokungakhokhelwa ngesikhathi kwabasebenza nohulumeni?
Isolezwe
|June 26, 2025
KUYICHILO ukuthi isililo sosomabhizinisi "abancane", amaciko, nabanye abenzela uhulumeni imisebenzi abalindiswa izinyanga bengakhokhelwe inkece wuhulumeni - silokhu siqhume njalo, ngale kokungenelela ngokugculisayo kweziphathimandla, sibe siyisizwe sama-Afrika esikhule saluswa ngobuntu.
-
Ngikhumbula indaba yeciko engangilijwayele futhi ngilifisela ukuvelela njengoba lalinesiphiwo esingavamile. Leli ciko lajabula mhla liqashwa ukuba liyocikoza emcimbini kamasipala walapha KwaZulu-Natal.
Nangempela lashaya into ecokeme emcimbini, labe seligcwalisiswa amafomu ukuze likhokheleke leyo mali eyayingaphansi kuka-R5 000.
Leli ciko lalingatohozi ndawo, umnikelo walo kwakuwukucikoza ebantwini, ababethinteka babelibambisa onsumbulwana abambalwa, libonge lokhu elikufunjathiswayo.
Kwaphela inyanga leyo okwakufanele likhokheleke ngayo kodwa impilo yafana nasemihleni. Akekho umuntu wakwamasipala owazihlupha ngokushaya ucingo ulazise ukuthi kubambephi.
Laze lanikela khona emahhovisi kamasipala liyozibuzela ukuthi kanti kubambephi? Okubuhlungu kakhulu ukuthi labuya lingenayo incazelo eqondile. Babelishonisa le nalena.
Ababeliqashile babezihlangula, bethi bona bakwenzile konke ngakolwabo uhlangothi, bekhomba abasebenzi bakwafinance. Nabakwa-finance babekhomba ababeliqashile, bethi bona kabanayo imininingwane yokusebenza kwalo.
Kwaphinda kwaphela inyanga lidliwa yinkemane, lazithola seliyiyitheka libheke khona kwamasipala.
Lafika nokho sekuthiwa udaba lalo lusegudwini kumasipala, imininingwane yalo isiyabonakala kwi-system, sekulindwe isikhulu thize ukuze sisayine bese ifakwa imali ebhange lalo.
Diese Geschichte stammt aus der June 26, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?
VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.
2 mins
January 29, 2026
Isolezwe
Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo
UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.
1 min
January 29, 2026
Isolezwe
Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni
SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.
2 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo
BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala
ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.
1 mins
January 28, 2026
Isolezwe
Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda
KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo
UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Basola umuntu owaziwayo kubulawa othandana nabobulili obufana nobakhe
USOLA ukuthi umsolwa wumuntu owaziwayo umndeni wowesilisa obethandana nabantu abanobulili obufana nobakhe, okuthiwa ubulawe ngesihluku eNumber 9, KwaXimba, ngeSonto.
1 mins
January 27, 2026
Isolezwe
Ibandla lakwaShembe liyathimula ngabacela ngezipho eziphezulu
IBANDLA lamaNazaretha, eBuhleni, seligxeke indaba yezinsizwa zebandla ezikhangisa ezinkundleni zokuxhumana izipho eziphezulu ezizithengela izintombi ezizikhetha ngosuku lokugcina lomhlangano kaJanuwari.
1 min
January 27, 2026
Isolezwe
Kukhuzwa ukuyamanisa ukufa nokhozi kushona uNjinji
UPHATHE kabi futhi kwathusa abaningi ukudlula emhlabeni kowayengumsakazi woKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza, othathwe wukugula esibhedlela ngoMgqibelo ekuseni.
2 mins
January 26, 2026
Listen
Translate
Change font size

