Versuchen GOLD - Frei
Imvunge ngesiphakamiso sika-R700 million wesithangami sikazwelonke
Isolezwe
|June 19, 2025
SEKUQUBUKE izikhalazo ngezindleko eziphezulu zokuhlela nokusingatha inkulumongxoxo kazwelonke ngesimo sezwe. Amaqembu ezepolitiki nezinyunyana zabasebenzi azifuni nokuyizwa eyesiphakamiso sokuthi uhulumeni uzosebenzisa u-R700 million, ukuhlela isithangami ngesimo sezwe.
Ikomiti elihlela lesi sithangami lisanda kuveza ukuthi kuzodingeka u-R700 million ukusihlela. Amaqembu ezepolitiki nezinyunyana bathe le mali inkulu kakhulu, bathi ibingasetshenziselwa ukwenza izinto ezibalulekile. Izinhlelo zokusingatha isithangami ngesimo sezwe zamenyezelwa uMengameli Cyril Ramaphosa, owabe eseqoka ikomiti labantu abangu-32 okuyilo elizohola izingxoxo.
Diese Geschichte stammt aus der June 19, 2025-Ausgabe von Isolezwe.
Abonnieren Sie Magzter GOLD, um auf Tausende kuratierter Premium-Geschichten und über 9.000 Zeitschriften und Zeitungen zuzugreifen.
Sie sind bereits Abonnent? Anmelden
WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe
Isolezwe
Uphumela obala ngokubhubhudla u-R6.2 million
OWESIFAZANE waseMtubatuba, namanje osengundabamlonyeni ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuvela ohlelweni oluthi I Blew it, echaza ukuthi wayidla kanjani imali engu-R6
1 min
March 06, 2026
Isolezwe
Udube isigwebo olahlwe icala efuna kuxoshwe izintatheli
KUHLEHLISELWE usuku lwanamuhla ukugwetshwa kowesilisa olahlwe yicala lolubulala ngesihluku unina wengane yakhe owayengumfundi, kulandela ukwala kwakhe aphethe ukubuya ebhokisini, ethi akuxoshwe izintatheli
1 mins
March 06, 2026
Isolezwe
Uvalo ngokugobhoza kwegazi ngeyokwebiwa kwemfuyo
SIMANZONZO isimo eWeenen, ngaphansi kobukhosi beNkosi uSiphiwe Mvelase, ngenxa yokukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo
2 mins
March 06, 2026
Isolezwe
UThandiswa uzogubha iminyaka engu-50 ngedili lomculo eThekwini
INTANDOKAZI endimeni yomculo, uThandiswa Mazwai, ithe izizwa ibusisekile ngohambo ebe nalo emculweni, njengoba kulo nyaka igubha iminyaka engu-50 yazalwa
1 min
March 06, 2026
Isolezwe
Osaziwayo badube iChiefs esiwukudla kwenduku
KUCASULE ngisho osaziwayo ukudliwa kweKaizer Chiefs engelinye lamaqembu amakhulu kuleli ngoLwesibili ebusuku ephinde yakhala ngaphansi ngo 1-0 kwiRichards Bay FC, emdlalweni weBetway Premiership eMhlathuze Sports Complex, eMhlathuze
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Intukuthelo emaRomeni kunikezwa ikhefu oFata abanobungoma
Lokhu - amalungu ebandla azifelayo ngalabo Fata - akutolika njengokushaywa kwabo ngesithende
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokusivala isikole abazali becikwa olukathishanhloko
ABAZALI abebedinwe begane unwabu bafunge bagomela ukuthi ngeke sivulwe isikole, uMkhumbane Secondary esiseChesterville, eThekwini, engabuyisiwe uthishanhloko waso omiswe isigubhukane.
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Owaduma kuma-Idols uvuma ukuhlaselwa wukhwantalala
UMTHOKOZISI Ndaba owenza kahle ohlelweni oluthungatha amakhono abaculi kuleli ama-Idols SA, useveze ukuthi usekhathele wukubona abantu bethi akaphili kahle ekhanda
1 min
March 05, 2026
Isolezwe
Umsindo kuxoshwa umholi weSoul Brothers
ZIMAPEKETWANE izinto eqenjini eligubha ukuqeda iminyaka ewu-50 liyibambile insimbi ishisa emculweni wombhaqanga, iSoul Brothers, kangangoba sekunamalungu asekhonjwe indlela
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank
1 min
March 04, 2026
Listen
Translate
Change font size
