Facebook Pixel Baze banonya abantu abahlanza e-OK Centre eMpangeni | Isolezwe – newspaper – Lesen Sie diese Geschichte auf Magzter.com

Versuchen GOLD - Frei

Baze banonya abantu abahlanza e-OK Centre eMpangeni

Isolezwe

|

June 17, 2025

MHLELI: Ngibhala nje ngikhuza isihlava esiya ngokuya senzeka, kancane kancane abantu besifazane baphelelwa unembeza wokuzwelana nabantu, ikakhulukazi uma besemsebenzini.

- Thanda 'Mnikaziwempuphu' Chonco EMPANGENI

Ngibhala nje, ngibuhlungu ngokungehlele ngicishe ngizingcolisa edolobheni langakithi eMpangeni. Ngiyafisa umasipala uyisukumele lena yokungabi nayo indlu encane esheshe ivulwe edolobheni laseMpangeni. Okungehlele ngisuka eGoli, ngeke ngikulibale lapho abesifazane ababili beziqhenye ngami lapho ngizwa ukuthi sekunzima kakhulu kimina.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

UNgizwe akayingeni eyokuxolisa kwabeLGBTQIA+

USAZIWAYO owayengumsakazi, uNgizwe Mchunu, akayingeni eyokuthobela isinqumo esikhishwe yiNkantolo yezokuLingana emhlawulise kanzima ngeledlule.

time to read

1 min

June 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

'U-R600 million awusetshenziswe ukubaphindisela emazweni abo'

U MHOLI wenhlangano elwa nabokufika abakuleli ngokungemthetho, uNkk Jacinta Ngobese-Zuma, ubuze ukuthi kungani uhulumeni engasebenzisi lo R600 million okuthiwa uzosebenza ukuqapha ezokuphepha ngoJuni 30, ukuhambisa abaseMalawi abaduve eThekwini.

time to read

2 mins

June 25, 2026

Isolezwe

Isolezwe

UNtanzi ucacisa ngokweseka iMarch and March

UMCULI wowokholo, u-Ayanda Ntanzi, ubhoboke ngokumenza aseke umkhankaso oholwa yinhlangano iMarch and March wokuxosha abantu basemazweni angaphandle abakuleli ngokungemthetho.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuzogiya u-DJ Cndo ne Qwabe Twins kwi-Absa Run Your City

NGAPHANDLE kokubheka ngabomvu umjaho i-Absa Run Your City Durban 10km yanonyaka ozobe ugubha iminyaka eyisishiyagalolunye wasungulwa, abathandi bezokugijima eThekwini namaphethelo ngemuva komjaho bazozitika ngomculo wezihlabani zomculo, iQwabe Twins noDJ Cndo.

time to read

1 min

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Uvalo ngokuphepha emndenini wobulewe

UZWAKALISE okukhulu ukukhathazeka ngokuphepha kwawo umndeni kamastende obulawe eParkgate, eVerulam, ngeSonto, kuvela umsolwa oyedwa esikhundleni sabathathu eNkantolo yeMantshi yaseVerulam izolo.

time to read

2 mins

June 24, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuboshwe obekunesikhathi ezingelwa woKlebe

IZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMzimkhulu ngoLwesine indoda obese kuphele isikhathi esingaphezu konyaka ibalekela ingalo yomthetho.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo

IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.

time to read

2 mins

June 23, 2026

Isolezwe

Bazonikwa amasu ezomnotho kosomabhizinisi basemakhaya

OSOMABHIZINISI basezindaweni zasemakhaya, abatshalimali nababhekele umnotho owakhiwa ezindaweni zasemakhaya bazocetshiswa ngamathuba okufeza lokho, ukuze kufukuleke izindawo zasemakhaya kwandiswe nezinhlelo zokutshala imali kuzona.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika

UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.

time to read

1 min

old June 22, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size