Versuchen GOLD - Frei

Uma isiziphatha kanje iMelika isishonephi impucuzeko?

Isolezwe

|

June 11, 2025

MHLELI: Sesiphila esikhathini lapho kwenzeka zonke izinto ezisishiya sinemibuzo engenazo izimpendulo. Sekuyizinkomba zokuthi okushiwo yibhayibheli ngokuthi kuyokwenzeka sekufezekile iningi lako.

Amazwe abehlonishwa ngempucuzeko asephenduke inhlekisa, ikakhulukazi lawo ebesazi ukuthi anabaholi abazi konke futhi anakho konke. Akukholakali esikubona kwenzeka eMelika, ikakhulukazi kusukela eshaye ungqimphothwe uMengameli wakhona uMnuz Donald Trump ngokungenela kwakhe isikhundla.

Singelibale ukuthi obenguMengameli phambi kwakhe uJoe Biden waphuma kuconsa ezandleni zakhe igazi lezinkulungwane zabantu baseGaza ababeqothwa ngezikhali zembubhiso ayehlomisa ngazo i-Israel lapho kwabulawa ngisho abesimame, asebegugile, ngisho nezingane imbala.

WEITERE GESCHICHTEN VON Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Uthisha ocula umaskandi ugile izimanga ku-matric

UMCULI kamaskandi obalwa nabahamba phambili kulezi zinsuku, uKhetha \"Maganga Thishela\" Mlotshwa, uhambela phezulu kulezi zinsuku emuva kokuthi isifundo sakhe siphaswe ngo-100%.

time to read

1 min

January 16, 2026

Isolezwe

Usizi kothisha abangatohozi beqhinqa emahhovisi oMnyango wezeMfundo

ABIKA usizi othisha abangasebenzi uma bechaza ngesimo abazithola bebhekene naso sokuphela kwesikhathi eside bengaqasheki.

time to read

2 mins

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owokholo ubalisa ngokushona kukazakwabo

NGWAZI yomculo wokholo, uMfu Sam \"Makitaza\" Zondi, ibalise ngokudlula emhlabeni kukazakwabo uNoxolo \"Before\" Biyela weMvuselelo Yesizwe.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Ochaze uBig Zulu kwiLast Dance akaphoxanga naku-matric

IPHASE ngamalengiso intokazi egeze ubebebe womrepha uBig Zulu nezithameli kwiLast Dance Music Experience eRoyal Showgrounds eMgungundlovu, ngoNcibijane, u-Akhona Msimango.

time to read

1 min

January 15, 2026

Isolezwe

Isolezwe

KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith

KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing

SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha

BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.

time to read

1 mins

January 14, 2026

Isolezwe

Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela

NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.

time to read

1 min

January 14, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric

SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.

time to read

1 mins

January 13, 2026

Isolezwe

Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele

LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.

time to read

1 min

January 13, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size