Facebook Pixel {العنوان: سلسلة} | {اسم المغناطيس: سلسلة} - {الفئة: سلسلة} - اقرأ هذه القصة على Magzter.com

يحاول ذهب - حر

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

June 23, 2026

|

Isolezwe

BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.

- ZIMBILI VILAKAZI

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

Kulesi sigameko kufe uMnuz Senzo Jali (45) obesesele nomuzi kanina kule ndawo kodwa ongowokudabuka e-Eastern Cape.

Ngokusho komthombo olwazi ukusuka nokuhlala udaba, abasolwa abathathu bebelokhu beqale ngoMgqibelo ebusuku ukuzingela umufi ngezikhali, baze bagcina bemgojela entathakusa ngeSonto. Umthombo uthe abasolwa, abangabakhi bezindlu, bafike bebathathu kule ndawo ngoFebhuwari nonyaka bacela ukuqasha kumufi.

"Ubagashise emijondolo emithathu ehlukene, kwavunyelwanwa ngokuthi i-rent u-R500 umuntu ngamunye. Bakhokhe kahle enyangeni yokuqala, kwathi kwelandelayo, zaqala izinkinga," kusho umthombo. Uthe bathe besuka ababili babo bakhetha ukuhlalisana emjondolo owodwa, kwathi owesithathu wahlala nentombi yakhe.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

Kuboshwe obekunesikhathi ezingelwa woKlebe

IZOVELA eNkantolo yeMantshi yaseMzimkhulu ngoLwesine indoda obese kuphele isikhathi esingaphezu konyaka ibalekela ingalo yomthetho.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Udado (4) akaconsi phansi ngesimanga sezimpendulo zezibalo

IZINOMBOLO nokubala yinto evame ukuba yinkinga ebantwini abaningi ngisho abadala futhi abafundile imbala, kangangokuthi abanye baze babalekele isifundo sezibalo esikoleni ngoba bekholelwa ekutheni sibukhuni futhi asiqondeki kalula.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kuphela amazwi kwabazibonele kubulawa umastende

BAPHELELWA amagama okuchaza isihluku esenziwe ababulali, abazibonele abebeyiziqashi begwaza futhi begenca obengumastende wabo eParkgate, eVerulam, ngeSonto.

time to read

2 mins

June 23, 2026

Isolezwe

Bazonikwa amasu ezomnotho kosomabhizinisi basemakhaya

OSOMABHIZINISI basezindaweni zasemakhaya, abatshalimali nababhekele umnotho owakhiwa ezindaweni zasemakhaya bazocetshiswa ngamathuba okufeza lokho, ukuze kufukuleke izindawo zasemakhaya kwandiswe nezinhlelo zokutshala imali kuzona.

time to read

1 min

June 23, 2026

Isolezwe

Uzonke uzonandisa emcimbi wesihlabani saseMelika

UMZWILILI wakuleli uZonke Dikana uzoba ngomunye wamaciko azovulela isihlabani saseMelika uma sesizonandisa kuleli uTamia, emcimbini ozobanjwa ngenyanga yabesifazane kuleli u-Agasti.

time to read

1 min

old June 22, 2026

June 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isilonda esingapholi ngowashaywa wanyamalala emshadweni

U SEKUDE ukuthola ukuthula owesifazane wase- Effingham, eThekwini, kuphela iminyaka eyisithupha indodana yakhe yanyamalala ngendlela engagondakali.

time to read

2 mins

June 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Isilonda esingapholi ngowashaywa wanyamalala emshadweni

SEKUDE ukuthola ukuthula owesifazane wase-Effingham, eThekwini, kuphela iminyaka eyisithupha indodana yakhe yanyamalala ngendlela engaqondakali.

time to read

2 mins

old June 22, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Kwembulwa kwembeswa kowayeqeqesha iBafana

USECELELWA iminikelo emphakathini owayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim \"Shakes\" Mashaba, okuvela ukuthi akasakwazi nokuhamba njengoba ehaqwe yi-TB nomdlavuza, i-prostate cancer.

time to read

1 mins

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size