يحاول ذهب - حر
U-Quaddou usikaza i-TLB kwesikakaputeni wePirates
July 16, 2025
|Isolezwe
UMQEQESHI we-Orlando Pirates, u-Adbeslam Ouaddou, uhlabeke umxhwele ngoMbekezeli "TLB" Mbokazi kangangokuthi useze wakuveza ukuthi unezinhlelo zokwakhela phezu kwaso lesi sitobha kwazise sikhombisa izimpawu zokuba wumholi yize sisencane ngokweminyaka futhi sisisha nasesigabeni esikhulu.
Kusukela kuqinisekiswe ukuwagaxa emgibeni kuka-Innocent Maela obengukaputeni wePirates, umbuzo omkhulu owokuthi kubadlali abasele ngubani okuzovalwa ngaye lesi sikhala.
UMaela uyeka ibhola nje, vele isikimu ubengasasitholi njalo obekwenza ibhande likakaputeni kwiPirates linikwe abadlali abahlukene okubalwa kubona uNkosinathi Sibisi, Thapelo Xoki no-Olisa Ndah engakalimali.
Njengoba iPirates iseSpain lapho ezicijela khona ukuqala kwesizini entsha ngemidlalo yobungani, u-Ouaddou uyabashintsha abadlali abanika ibhande.
هذه القصة من طبعة July 16, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Zizoshukumisa izinkakha izinguquko emsakazweni Ukhozi FM
ITHINTE izinkakha zomsakazo kulo nyaka izinguquko zokushintshwa kwabasakazi emsakazweni Ukhozi FM, njengoba kuvela ukuthi abasakazi abadumile, abanye babo bakhethe ukungazivuseleli izinkontileka kanti abanye bancishiselwe izinsuku abazozwakala ngazo ezinhlelweni zabo
1 min
March 19, 2026
Isolezwe
Usizi uthisha ephula umfundi ngemoto esikoleni
UVUTHA engabaselwe umzali womfundi oshayiswe wuthisha ngemoto waphuka esemagcekeni esikole ngoMsombuluko ekuseni
1 mins
March 19, 2026
Isolezwe
Uvalo othisha bebanjwa inkunzi esikoleni
SESIGXEKWE nawuMphathiswa woMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka, isigameko sokubanjwa inkunzi kothisha abafundisa esikoleni iZamokuhle Primary, KwaMashu
1 min
March 19, 2026
Isolezwe
Umndeni umagange ngokuqulwa kwelokubulawa kwephoyisa
UFISA kube wukuthi bese lihlehliswa okokugcina yiNkantolo yeMantshi yaseThekwini, icala lokubulawa kwephoyisa laseCato Manor, eMayville, umndeni walo, olokhu ugqigqe njalo enkantolo
1 min
March 18, 2026
Isolezwe
Uphuthunyiswe esibhedlela uthisha okhonjwe ngezibhamu esikoleni
UNGENISWE esibhedlela ngenxa yokwethuka ngokweqile uthisha wesifazane wasesikoleni, oKumhlophe Secondary, kwaZeMlaza, okungene amadoda amabili emagcekeni esikole amkhomba ngezibhamu emsola ngokudla imali yomhlaba waseNkandla
1 mins
March 18, 2026
Isolezwe
USgqemeza 'uzicelela ukususwa ohlelweni lwasekuseni'
EKUVELE izindaba zokuthi ufuna ukususwa ohlelweni lwasekuseni emsakazweni uKhozi FM, uSipho Mbatha, odume ngelikaDJ Sgqemeza kubalandeli bakhe
1 min
March 18, 2026
Isolezwe
ULebo M ufuna isinxephezelo sika-R334 million kusomahlaya
ITHATHE elinye igxathu impi ngengoma phakathi kukaphrojusa wodumo lomculo we-The Lion King, uLebo M, nosomahlaya uLearnmore Jonasi njengoba esemfake enkantolo embophela u-$20 million (R334
1 min
March 18, 2026
Isolezwe
Imvunge kubuyiswa othisha abasolwa ngokuzitika ngabafundi
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi basesikoleni saseMgababa, iMnganiwakhe High, abanengwa ukubuyiswa kothisha ebebekade benyamalele esikoleni ngenxa yokuthi bebesolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.
1 mins
March 17, 2026
Isolezwe
Kumvulele iminyango emikhulu ukuqopha ama-video uMakaTha
NESIFISO sokuba ngomunye wabadidiyeli abakhulu emidlalweni yethelevishini uSimthande Myeza (29), kulezi zinsuku obuye ngegiya eliphezulu, ngokuqopha ama-video amahlaya awafake ezinkundleni zokuxhumana
1 min
March 17, 2026
Isolezwe
Ubeshoshelwe elokuzama ukubulala umfowabo oweWest obehlasela amaphoyisa ambulala
BUBOSHELWE icala lokuzama ukubulala umfowabo umgulukudu weqembu lezigelekeqe, iWest, okuthiwa ugcine ubulawa amaphoyisa esiteshini saseNtuzuma, kulandela ukuzama ukuwadubula.
1 min
March 17, 2026
Listen
Translate
Change font size
