يحاول ذهب - حر
Ukuvuvukala emilenzeni yinkomba yomonakalo owenzeka emzimbeni
July 15, 2025
|Isolezwe
K UNGENZEKA yini ukuthi uqaphela ukuvuvuka noma amabala aluhlaza okanye asabukhwebezane emilenzeni noma ezinyaweni zakho? Yazi ukuthi akuwena wedwa onaleso simo esibizwa nge-varicose veins, nesivame ukunakashela kakhulu abantu besifazane, abantu asebekhulile noma ngubani ochitha isikhathi eside emile noma ehleli phansi.
Nakuba abanye bevame ukusishaya indiva lesi simo ngoba besibuka ngokuthi singamahlalakhona, kodwa ukuhaqwa yisona kungaba wuphawu lwengozi, kangangokuthi uma ungasisukumeli ngokushesha, singandisa umonakalo egazini nasemzimbeni wakho.
Lokhu kushiwo ngabesikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health, bexwayisa ngalesi simo - abathi
uma kubuhlungu, uvuvukala noma kuba noshintsho esikhumbeni sakho, kumele usukume ngokushesha uthole usizo kungaze konakale kakhulu. Ayini ama-varicose veins? Yilapho imithambo yegazi, ikakhulu esemilenzeni iyeka khona ukusebenza ngendlela ejwayelekile, okwenza ukuthi igazi libuyele emuva, lingafinyeleli kahle nangokugcwele ezicutshini zomzimba.
هذه القصة من طبعة July 15, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Beliba sematheni ngezinto eziningi igama lenkosi ekhotheme
BELIBA sematheni ngezinto eziningi igama leNkosi yaseMathulini ekhothame kungalindelekile, uPhathisizwe Philbert Luthuli (64)
2 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Izinkanyezi
KUMELE ubheke phambili
1 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Bayaveva ngephara elidedelwe 'seligonyuluke ngengane ecwiywe iphila'
KHALA ngamaphoyisa awenzele phansi umndeni wengane yentombazane osekuphele amasonto amabili inyamalele emijondolo yaseMarikana, eKokstad
2 mins
March 11, 2026
Isolezwe
Isililo kudlula emhlabeni umlandeli oqavile woSuthu
GQEMEKE udume lwengozi AmaZulu FC ngokudlula emhlabeni komunye wabalandeli bokuqina baleli qembu, uLuyanda \"Small\" Mbuyazi, ngenxa yokugula
1 min
March 11, 2026
Isolezwe
'Angifuni ukuchitha impilo yami ngithanda umufi'
UMREPHA uNadia Nakai eshuthe nomculi wamapiano uToss ezithombeni abazifake ezinkundleni zokuxhumana ngenyanga edlule
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
Kushone ozakhele udumo Emzini Wezinsizwa
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed \"Shiyisicefe\" Mgube
1 min
March 10, 2026
Isolezwe
Bahleli lubhojozi abelaphi beshiselwa imizi ngolwengane edukile
AHLELI ngesinqe esisodwa abelaphi bendabuko abakhele imijondolo yaseMarikana, eKokstad, kulandela ukushiswa kwemizi yabo wumphakathi odinwe wudaba lwengane elahlekile
2 mins
March 10, 2026
Isolezwe
UBahubhe usexoshiwe eWorkshop azakhele udumo kuyo
UMASKANDA uBahubhe usedalule ukuthi ngeke aphinde ethule ama-albhamu akhe ngaphandle kwenxanxathela yezitolo iWorkshop enkabeni yeTheku kulandela \"ukuxoshwa\" ngabaphathi bayo ngenxa yokugcwala kwabantu
1 mins
March 09, 2026
Isolezwe
Ibandla lizoya kokhalaza ngqo kuMbhishobhi omisa uFata onobungoma
A ZOZIHAMBISELA ngokwawo izikhalazo zawo kuMbhishobhi oMkhulu uMandla Jwara, ophethe iDayosisi yaseThekwini, esontweni lamaRoma aKhatholika, amalungu ePherish yasePinetown, iThe Immaculate Conception Church
2 mins
March 09, 2026
Isolezwe
UBig Zulu nomcimbi ozoxoxa ngohambo Iwakhe emculweni
UZOXOXA ngohambo lwakhe lokungena endimeni yomculo aze avule isitebele somculo esinabaculi abadumile kuleli, umrepha waseBergville, uSiyabonga Nene odume ngelikaBig Zulu.
1 mins
March 09, 2026
Listen
Translate
Change font size
