يحاول ذهب - حر
Inenge ijaji eyommangalelwa obezama ukubuyisela icala emuva
July 09, 2025
|Isolezwe
LIGCINE linengekile ijaji enkantolo eNkulu yaseThekwini izolo lathi ngeke liyibekezelele indaba kammangalelwa obelokhu ephakamisa isandla, ezama ukuphazamisa ngesikhathi kuqhubeka icala lokubulawa kowayengumfundi waseDurban Girls Secondary.
-
UWandile Ngcobo (17) owayefunda uGrade 11, wagwazwa, wabulawa kubo kwa-U eMlaza ngoMeyi nyakenye. Kwaboshwa ummangalelwa wokuqala uSfundo Bhengu (39) noBongani Jali (24).
UJali wayengumakhelwane, umuzi wakubo, ungaphesheya komuzi wakubo kamufi.
Ngosuku lwesigameko, kuthiwa umufi wahlaselwa esele yedwa ekhaya, engayile esikoleni.
Kuthiwa uyise nodadewabo kamufi babehambe ngokuhlukana ekuseni beya emsebenzini nasesikoleni.
Izolo ijaji uGarth Harrison, bese lilungiselela ukwendlalela ukwahlulela kwalo ngesikhathi uJali ephakamisa isandla maqede ummeli wakhe, u-Advocate Phumelele Daniso waya kuye.
“Engimumele uthi unephepha aliphethe afuna ukulifundela inkantolo,” kusho uDaniso, othe akazi ukuthi kubhalweni ephepheni ngakho ucela ukuthi kuthathwe ikhefu kancane ukuze ayifunde le ncwadi, axoxe kafushane naye ngayo, bese etshela inkantolo.
هذه القصة من طبعة July 09, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Osaziwayo badube iChiefs esiwukudla kwenduku
KUCASULE ngisho osaziwayo ukudliwa kweKaizer Chiefs engelinye lamaqembu amakhulu kuleli ngoLwesibili ebusuku ephinde yakhala ngaphansi ngo 1-0 kwiRichards Bay FC, emdlalweni weBetway Premiership eMhlathuze Sports Complex, eMhlathuze
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Intukuthelo emaRomeni kunikezwa ikhefu oFata abanobungoma
Lokhu - amalungu ebandla azifelayo ngalabo Fata - akutolika njengokushaywa kwabo ngesithende
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokusivala isikole abazali becikwa olukathishanhloko
ABAZALI abebedinwe begane unwabu bafunge bagomela ukuthi ngeke sivulwe isikole, uMkhumbane Secondary esiseChesterville, eThekwini, engabuyisiwe uthishanhloko waso omiswe isigubhukane.
1 mins
March 05, 2026
Isolezwe
Owaduma kuma-Idols uvuma ukuhlaselwa wukhwantalala
UMTHOKOZISI Ndaba owenza kahle ohlelweni oluthungatha amakhono abaculi kuleli ama-Idols SA, useveze ukuthi usekhathele wukubona abantu bethi akaphili kahle ekhanda
1 min
March 05, 2026
Isolezwe
Umsindo kuxoshwa umholi weSoul Brothers
ZIMAPEKETWANE izinto eqenjini eligubha ukuqeda iminyaka ewu-50 liyibambile insimbi ishisa emculweni wombhaqanga, iSoul Brothers, kangangoba sekunamalungu asekhonjwe indlela
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Bakhala ezimathonsi umphezulu ubulala izinkomo zelobolo
UKHALA ezimathonsi umndeni waseMangqwashu, eBhambanana, eMkhanyakude, kulandela ukulahlekelwa yizinkomo zelobolo eziyisithupha, zishaywa wumphezulu emadlelweni ngeSonto
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Kuthikamezeke ukufunda kumiswa uthishanhloko kwesodweshu lwamakhamera
KUPHINDE kwaphazamiseka ukufunda nokufundisa esikoleni, uMkhumbane Secondary, eChesterville, izolo, kulandela ukumiswa isigubhukane kukathishanhloko
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Indida owesifazane ebulawa njengomyeni owayenamatekisi
UMNDENI wowesifazane waKwaWoza, KwaMaphumulo obulewe, usola ukuthi ukubulawa kwelungu lawo kweyamene nokubulawa komyeni wakhe owayengusomabhizinisi khona okwenzeke eminyakeni emithathu edlule
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Kubhede uhlelo Iwesiteleka abazali beshaya phansi ngonyawo
KUTHIKAMEZEKE ukufunda nokufundisa izolo esikoleni iMkhumbane Secondary, eChesterville, eThekwini, abafundi bezama ukubhikisha, kulandela ukubeka phansi oshoki kothisha abadinwe wukufakwa kwamakhamera emakilasini
1 mins
March 03, 2026
Listen
Translate
Change font size
