يحاول ذهب - حر

Kukhuzwa awaseKZN ngokuchizela ithalente lesifundazwe

July 02, 2025

|

Isolezwe

UMQEQESHI weKusekhaya Academy, uNhlakanipho Khanyile, uphonsele inselelo amaqembu aKwaZulu-Natal adlala kwiPremier Soccer League (PSL) ngokuyeka ukuziba ithalente labadlali bakulesi sifundazwe, baze bavumbuke kwezinye izifundazwe.

- SIBUSISO MDLALOSE

Kukhuzwa awaseKZN ngokuchizela ithalente lesifundazwe

UKhanyile ubekhuluma izolo ngenkathi kuqhathwa amaqembu angu-24 ka-U/18 no-U/20 awabafana namantombazane azodlala kwi-Engen Knockout Challenge ezinkundleni zaseKloof High, eThekwini, ngoLwesine nangoLwesihlanu.

Le midlalo ngeyokuhlunga amaqembu amabili azomela isifundazwe emqhudelwaneni kazwelonke we-Engen Champ of Champs eGoli, ngoSepthemba.

"Kuyasikhuthaza ukuthi nakulo nyaka sibuyile ukuzobamba iqhaza kulo mqhudelwano, futhi sizimisele ngokuhamba ibanga mhlawumbe siwuwine nokuwuwina.

Yize singawunqobanga lo mqhudelwano ngonyaka odlule, kodwa ukufinyelela kwethu kowamanqamu nokwenza kahle kwabanye babadlali bethu emqhudelwaneni ngoba iGoalkeeper of The Tournament kwaba ngumdlali wethu, u-Olwethu Mngadi, iDefender of the Tournament kwaba uMicky Sikhakhane.

المزيد من القصص من Isolezwe

Isolezwe

Isolezwe

UNjinji uyishiye ezinganeni imbewu yokuphoqa nokuphikelela

U CHAZWE ngokuthi ubewumuntu ophikelelayo nophoqa ukuthola nokufeza zonke izinto ezinhle nabezifisela zona empilweni owayengumsakazi nomdidiyeli wezinhlelo zoKhozi FM, uMandla \"Njinji\" Magwaza (ongasekho emhlabeni), okuvele izindaba zokushona kwakhe ngoMgqibelo ngemva kokuxinwa wukugula.

time to read

1 mins

January 30, 2026

Isolezwe

Bakhalela ubulungiswa 'ngobulawe' esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa

ZIFUNA ubulungiswa izihlobo zowesilisa waseDanganya, eMgababa, kulandela ukushaywa kwakhe aze ashone esikhungweni esisiza imilutha yezidakamizwa.

time to read

1 mins

January 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Usobishini umlingisi ngenxa ye-lipstick

UMLINGISI wodumo lukaMawande kwiGenerations, uNambitha Mpumlwana, ubambe umoya ngenxa yecala lokweba abhekene nalo.

time to read

1 min

January 30, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Ngabe uSenona wuKlebe owumgulukudu?

VELE njengephoyisa elingathembekile iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, emva kokuvela kobufakazi bokuthi wathumela usomabhizinisi osolwa ngobugebengu, uMnuz Vusimuzi \"Cat\" Matlala, imininingwane ebucayi okubalwa kuyo neyamaphoyisa.

time to read

2 mins

January 29, 2026

Isolezwe

Isolezwe

Owe-Afro pop ukhuthaza abesifazane 'ukuzibika' kwababathandayo

UMCULI we-Afro pop wodumo lwengoma ethi Emlanjeni, uSbahle, usedalule ukuthi ukholelwa ekutheni manje sesiphelile isikhathi sokuthi abantu besifazane bacindezeleke kangangokuthi kube yihlazo ukuthi basho indlela abazizwa ngayo ngabesilisa.

time to read

1 min

January 29, 2026

Isolezwe

Imvunge ngokungenisa kwe-Al emculweni

SEKUTHATHA imizuzwana ukwenza ingoma ekulungele ukujatshulelwa ngabantu usebezinzisa ubuchwepheshe be-artificial intelligence (AI), nokuyinto eqhubeka nokuqubula imvunge emkhakheni wezomculo.

time to read

2 mins

January 28, 2026

Isolezwe

Basola ekamacashelana umsolwa ezicelela ukuhlolwa inggondo

BAMSOLA ngokuthi uzama ukudlala umacashelana nenkantolo owesilisa waseKoffie Farm, KwaNdengezi, okuvele eyokuthi uzoyohlolwa isimo sengqondo njengoba eboshelwe icala lokubulala umakhelwane.

time to read

1 mins

January 28, 2026

Isolezwe

llengelwa yizembe inhloko yoKlebe eKZN 'ebiwubhululu' kaMatlala

ILENGELWA yizembe iNhloko yoKlebe KwaZulu-Natal, uMajor General Lesetja Senona, esolwa ngokuba wubhululu kasomabhizinisi obhekene noxhaxha lwamacala, uMnuz Vusumuzi \"Cat\" Matlala.

time to read

1 mins

January 28, 2026

Isolezwe

Kuvela okushaqisayo ngokufa kweqembu lomaskanda

KUVELE okushaqisayo ngokwaholela ekubhidlikeni kweqembu lebhola labaculi bakamaskandi, iMaskandi FC. Ngaphambi kokuba leli qembu libe yinhlakanhlaka kukhona abanukwa ngokuthwala nangokuthwebula izinhlanhla zabanye, abanye babizwa ngaphansi kweziketi zonina, abanye bacishe babambana ngezandla, kwakhona ukufelana ngamathe futhi kwakhonjwana nangezibhamu.

time to read

1 mins

January 27, 2026

Isolezwe

OwaseNdlunkulu uqwashiswa yisingumo seNkantolo yoMthethosisekelo

UMNTWANA waseNdlunkulu kaZulu ubona isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo esithinta imishado sizokwenza ukuthi abantu babe manqika ukushada umshado wesintu.

time to read

1 min

January 27, 2026

Listen

Translate

Share

-
+

Change font size