يحاول ذهب - حر
Babuthwe iyiphi ingonyama labo Gudlukasihambe?
June 27, 2025
|Isolezwe
YAZI ngingakujabulela ukuthola ulwazi mayelana nokuthi uma ngishayela emgwaqweni kufanele ngenze njani nxashana kuthushuka laba abashayela ngamalambu, beshoshela kwezinye izimoto, besho ukuzixuba nezindonga.
Uthi ungazelele ubone sekuphayiza amathoshi ezimoto kuvele kucace ukuthi kawunandawo wena kulo mgwaqo. Siyasidinga leso sifundo singabashayeli, sithi ukugcizelelwa lapha kusafundwa ukushayela ngokuthi uma uzithola ukulelo khona yisiphi isinyathelo sokuqala okumele usithathe.
Sekukaningi ngizithola ngitholoza esijwini sobhlomu bamalambu, kuhle kwesimaku sikamesisi, ngixinwe yithimba lamadoda thizeni okuthi uma uwathi nhla ubone ukuthi awunalayini kula maqobhe ezinsizwa. Basuke bephezelela futhi bevikele lowo abasuke bemvikele. Kuba oyedwa wabo okuthi klulu ngenjolozela, kushise upopopo nomtshazo kanyekanye. Uma ungelusanga nje, inanzi ingathamba manje kuzehlele konke - ngeso nje kuphela.
Ngemvama ngiye ngisunduke emzileni, ikakhulu uma kukhona isikhadlana sokubavulela kodwa lapho ngiye ngikhungatheke khona yilapho kungekho ndlela yokubaqhelela laba bafo. Manje ukuphayiza okungaqedi nokukugudla kusuke kunomlayezo othi zibonele nawe ukuthi wenza njani wena, thina siyafohla siyadlula la.
هذه القصة من طبعة June 27, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Umsindo kuxoshwa umholi weSoul Brothers
ZIMAPEKETWANE izinto eqenjini eligubha ukuqeda iminyaka ewu-50 liyibambile insimbi ishisa emculweni wombhaqanga, iSoul Brothers, kangangoba sekunamalungu asekhonjwe indlela
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Uzochaza ngokuyamaniswa nokudliwa kwemali yebhange kwiqophamlando
UMHOLI we-Economic Freedom Fighters, uJulius Malema, uthi akukho akufihlayo njengoba eyamaniswa nokubhubhudlwa kwemali yebhange iVBS Mutual Bank
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Bakhala ezimathonsi umphezulu ubulala izinkomo zelobolo
UKHALA ezimathonsi umndeni waseMangqwashu, eBhambanana, eMkhanyakude, kulandela ukulahlekelwa yizinkomo zelobolo eziyisithupha, zishaywa wumphezulu emadlelweni ngeSonto
1 min
March 04, 2026
Isolezwe
Kuthikamezeke ukufunda kumiswa uthishanhloko kwesodweshu lwamakhamera
KUPHINDE kwaphazamiseka ukufunda nokufundisa esikoleni, uMkhumbane Secondary, eChesterville, izolo, kulandela ukumiswa isigubhukane kukathishanhloko
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Indida owesifazane ebulawa njengomyeni owayenamatekisi
UMNDENI wowesifazane waKwaWoza, KwaMaphumulo obulewe, usola ukuthi ukubulawa kwelungu lawo kweyamene nokubulawa komyeni wakhe owayengusomabhizinisi khona okwenzeke eminyakeni emithathu edlule
1 mins
March 04, 2026
Isolezwe
Kubhede uhlelo Iwesiteleka abazali beshaya phansi ngonyawo
KUTHIKAMEZEKE ukufunda nokufundisa izolo esikoleni iMkhumbane Secondary, eChesterville, eThekwini, abafundi bezama ukubhikisha, kulandela ukubeka phansi oshoki kothisha abadinwe wukufakwa kwamakhamera emakilasini
1 mins
March 03, 2026
Isolezwe
Kuvele osaziwayo abazobanga u-R1 million ohlelweni Iwe-TV
UMLINGISI uWiseman Mncube noke waba nguMiss South Africa, uLalela Mswane, ngabanye bosaziwayo osekuqinisekisiwe ukuthi bazobanga isheke lika-R1 million ohlelweni lwethelevishini i-Tropika Island of Treasure.
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Zimkhalele owesifazane obeqola izintombi zakhe
ZIMKHALELE owesifazane waseThekwini obesebaqedile abesifazane athandana nabo ngokubaqola
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
U-llano usebheke impumelelo ngohambo Iwakhe kwiBig Brother
UNEPHUPHO lokukhuthaza intsha yangakubo eNanda, ukuthi iphokophelele amaphupho ayo uLangelihle \"Ilano\" Gumede, ophume ngenxa yevoti elincane ohlelweni i-Big Brother Mzansi
1 min
March 03, 2026
Isolezwe
Ingwadla kunyamalala othisha esikoleni
ZIYAQONGA izinkinga zesikole saseMgababa, iMnganiwakhe High okuke kwavela ukuthi sibhekene noxhaxha lwezinkinga ezibandakanya isihlava sokulala kothisha nabafundi
1 min
March 03, 2026
Listen
Translate
Change font size
