يحاول ذهب - حر
'Umshado wangiphendula umlutha wotshwala'
June 27, 2025
|Isolezwe
UNONKU Williams useveze ukuthi umshado wakhe wamphendula umlutha wotshwala ngenxa yokuhlukunyezwa owayengumyeni wakhe.
UNonku ozakhele igama ohlelweni iThe Real Housewives of Durban, uveze ukuthi ukukhulela ekhaya la ayebona khona uyise ehlukumeza unina akumenzanga wangafuna ukushada.
Uthe ngendlela ayefuna ngayo ukushada konke ayekhule ekubuka akubanga nomthelela ekutheni angafuni ukushada.
Ubekhuluma ohlelweni i-Untied oluqale kwiShowmax ngoLwesibili nalapho kuzobonakala osaziwayo bekhuluma ngokuphela kwemishado yabo.
"Mina kubona bonke ubudlelwane engangingena kubo ngangifuna ukushada. Kwaze kwaba ngihlangana nowesilisa engashada naye sengimzalele ingane. Ukuqala kwakhe ukuveza ukuthi ungumhlukumezi ngangizikhiphile nabangani bami naye kukhona uhambo ayeluthathile. Kwathi uma ngikhuluma naye wakhombisa ukungajabuli, futhi wangangikhulumisa isikhathi eside, waqala ukungibiza ngamagama ethi ngiyisidakwa ngokuhamba nje nabangani," kuchaza yena.
Uthe ayekusaba wukushiya umshado wakhe yize ayesebona ukuthi umyeni uyamhlukumeza.
هذه القصة من طبعة June 27, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
KUSOLWA ukhwantalala ngokushona kukanina kaFaith
KUSOLWA ukhwantalala njengomnyombo ogcine sewuholela ekutheni kugcine sekumanela unina kaNkk Faith Ntombela, uNkk Busisiwe Nkosi, uMaMkhize, (68) oshone ngeSonto.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Itwetwe kwanda ukuhlaselwa kwabashayeli be-ehailing
SEKUQUBUKE ukukhathazeka ezinhlanganweni zabashayeli bezimoto ezikhokhelwa ngebanga ezilihambile ukwanda kwezigameko zokuhlaselwa kwabo eChesterville, eThekwini.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Basabisa ngokuduba Impucuzeko ngenxa kaTshatha
BASABISA ngokuduba Impucuzeko Maskandi Festival abangeneme ngokuhoxa komsakazi woKhozi FM, uKhathide \"Tshatha\" Ngobe kule ndumezulu yomcimbi.
1 mins
January 14, 2026
Isolezwe
Umaskanda uyokwenza izifundo zobunjiniyela
NKOLELO yokuthi umaskandi wumculo wabantu abangancwadile sekuyinto yayizolo.
1 min
January 14, 2026
Isolezwe
Osaziwayo nemiyalezo kwabaka-matric
SAZIWAYO bahalalisele abaphase u-matric baphinde bakhuthaza abangaphumelelanga ngokuvuka bazithathe.
1 mins
January 13, 2026
Isolezwe
Lehlile okungayephi izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele
LITHE ukwehla kancane izinga lokuphasa ezikoleni ezizimele.
1 min
January 13, 2026
Isolezwe
Itwetwe liphonse umlingisi ekubhaceni
UMLINGISI wodumo kuMuvhango, uTebogo Thobejane, usehamba ethuka izanya kulandela ukubulawa komunye wofakazi ebebegeqa amagula kwiKhomishini kaMadlanga, uMarius van der Merwe.
1 min
January 12, 2026
Isolezwe
Izonyundula izinkinga zakwaMseleku isizini ezoqala kolwesithembu
IBHEKWE ngabomvu isizini entsha yohlelo olukhombisa ngempilo yasesithenjini sakwaMseleku, Uthando Nes'thembu osekuqinisekisiwe ukuthi izoqala ngenyanga ezayo kuMzansi Magic
1 min
January 12, 2026
Isolezwe
Indida ngengezamuzi ngengane 'edlwenguliwe'
UDIDEKILE umndeni wengane okuthiwa idlwengulwe enye eGroutville, KwaDukuza, umndeni kamsolwa okuthiwa ucela ukukhipha isamba semali esihambisana nenkomo nembuzi ngesigameko.
2 mins
January 09, 2026
Isolezwe
OweThonga noMbekezeli baqokwe kowezindondo
UMLINGISI onguMbali Dladla kwiThonga, uNoluthando Ngema, udalule ukuthi akubanga lula kuye ukufika kuleli zinga asekulo emkhakheni wokulingisa.
1 mins
January 09, 2026
Listen
Translate
Change font size
