يحاول ذهب - حر
AZIZWA EKHUTHAZEKA NGEQHAZA ALIBAMBA EKUFUKULENI INGOMA AMAKHOSI AHLONISHWE NGUMNYANGO KA-MFU. BUTHELEZI
June 24, 2025
|Isolezwe
AMAKHOSI ahlonishwe nguNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nobuHoli boMdabu, uMfu. Thulasizwe Buthelezi, athi kuwajabulisile ukuhlonishwa ngalendlela ngoba kusho ukuthi akwenzayo kuyabonakala.
-
Kuzokhumbuleka ukuthi ngoLwesihlanu bekune-Gala Dinner, ebeyenzelwe eCoastlands Hotel, lapho kube sekuhlonishwa uMfu. Buthelezi, ehloniphe khona amakhosi angu-8, ngeqhaza alidlala ekukhuthazeni intsha ukuba ibeyingxenye yengoma ezindaweni zawo.
Lo mcimbi bewandulela Ingoma kaZwelonke obeyingoMgqibelo ePeople's Park, eMoses Mabhida, lapho bekudlana imidlala amaqembu ahlukene ngengoma.
Inkosi Ngangendlovu Mchunu, oyiNkosi yaseMachunwini eMsinga, uthi njengamakhosi sibathusile kakhulu isenzo sikaNgqongqoshe uMfu. Buthelezi ngoba bebengasilindele nhlobo.
هذه القصة من طبعة June 24, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Uzithintele uZuluboy egxeka uNgizwe noPhakela
UMREPHA osezinze eMelika, uBrian \"Zuluboy\" Majozi, usephumele obala wagxeka abaholi abalwa nabantu bakwamanye amazwe abakuleli ngokungemthetho.
1 min
June 19, 2026
Isolezwe
Udilikajele kowabulala umshayeli we-Uber wamshisa
OWESILISA waseMariannhill, eThekwini, owakha itulo lokubulala umshayeli wemoto ekhokhelwa ngebanga elihambile maqede washisa isidumbu sakhe eWaterloo, eVerulam, ugwetshwe udilikajele ngoLwesithathu.
2 mins
June 19, 2026
Isolezwe
Belilwa nodlame lwezobulili iphoyisa elibulawe yisoka
UKUTHOLA kunzima ukwamukela isihluku elibulawe ngaso iphoyisa laseMpumalanga, eHammarsdale, umndeni othi belihlale lishumayeza abesifazane ukuthi bangabi abagilwa ngenxa yothando.
1 mins
June 19, 2026
Isolezwe
OwoZalo nezinhlelo zokucija abafana
ISILOMO soZalo, uMasoja \"Nkunzi\" Msiza, sizokwethula umkhankaso esihlose ngawo ukucija abafana ukuze babe amadoda aqotho.
1 mins
June 19, 2026
Isolezwe
Utholwe esizibeni efile owaduka 'esongelwe ngokufa'
IFUNA ambheke eduze umsolwa amaphoyisa izihlobo zowesilisa waseNkonkotho, eDumbe, okutholwe isidumbu sakhe sintanta esizibeni ngoMgqibelo.
1 mins
June 18, 2026
Isolezwe
OwoKhozi ucikwe ukubhuqwa wumculi wokholo
U MSAKAZI woKhozi FM, uZama Mseleku, usole umculi ocula owokholo, uJumbo, ngokumphula umoya emuva kokuba uJumbo embhinge ezinkundleni zokuxhumana.
1 mins
June 18, 2026
Isolezwe
Belizinikele emsebenzini iphoyisa 'elibulawe' uyise wengane
BAKHALE ngokufa olwembiza abantu baselokishini iMpumalanga, eHammarsdale, ngephoyisa okuthiwa lidutshulwe labulawa uyise wengane ngoLwesibili.
1 min
June 18, 2026
Isolezwe
Iphoyisa lihujwe ngezibhamu lisolwa ngokugwazisa
IPHOYISA likaMasipala weTheku elisolwa ngokugwazisa abafuna ukuba amaphoyisa omkhandlu lihujwe wonogada okuthiwa bebehlome ngezinhlokohlela zezibhamu labaleka laze layongena emahhovisi ayikomkhulu ngeledlule.
2 mins
June 17, 2026
Isolezwe
Indida ngenkabi eqoshwe igonyuluka ngetulo lokusoconga uthishanhloko
UTHI uselala obenyoni uthishanhloko waseGobhela Primary Fully Service School, eMthwalume, osola elinye lamaPhini akhe ngokuthi limatasa lihlela uzungu lokumsoconga.
1 mins
June 17, 2026
Isolezwe
Ubeselahle ithemba umbhali weThe Polygamist
U MBHALI wencwadi ethi The Polygamist, uSue Nyathi uthe le ncwadi okumanje isematheni kwabaningi, ngemuva kokuthi iphendulwe umdlalo ibisinqatshwe ukudayiswa ezindaweni eziningi.
1 min
June 17, 2026
Listen
Translate
Change font size

