يحاول ذهب - حر
Ningaphinde nenze iphutha lokuvotela i-MK: Malema
June 17, 2025
|Isolezwe
UMHOLI we-EFF, uMnuz Julius Malema, unxuse abantu baKwaZulu-Natal ukuba bangayivoteli ngobuningi i-MK njengoba benzile okhethweni langonyaka owedlule.
UMalema uthe kwaba yiphutha ukuthi abantu baKwaZulu-Natal bavotele ngobuningi leli qembu eliholwa owayengumengameli wezwe ne-ANC, uMnuz Jacob Zuma. Ukusho lokhu ekhuluma emcimbini we-EFF wokugubha uSuku IweNtsha obuseKing Zwelithini, eMlaza, izolo.
I-MK iyona eyathola amavoti amaningi KwaZulu-Natal okhethweni Iwangonyaka owedlule kodwa yasala ngaphandle ngesikhathi kwakhiwa uhulumeni ophethe isifundazwe.
Nakuzwelonke, i-MK yafika kwezwakala njengoba yaba iqembu lesithathu ngobukhulu ePhalamende.
UMalema uthe i-MK ayibasizi ngalutho abantu abayivotelayo, wakhala ngokuthi leli qembu lijuba ezikhundleni abantu abangawazi umsebenzi.
هذه القصة من طبعة June 17, 2025 من Isolezwe.
اشترك في Magzter GOLD للوصول إلى آلاف القصص المتميزة المنسقة، وأكثر من 9000 مجلة وصحيفة.
هل أنت مشترك بالفعل؟ تسجيل الدخول
المزيد من القصص من Isolezwe
Isolezwe
Basadidekile ngembangela yomlilo ababhujelwe yinqwaba yezihlobo
Uthe kubafi bekukhona izingane zakhe ezimbili, abazukulu bakhe abangamawele abazalwa umufi omdala, bese kuba ewumshana wakhe
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Uyavela ezimkhalele ngelemali yokuvikela
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, owesilisa oneminyaka engu-42, oboshwe ngoLwesihlanu, eCornubia, eThekwini, ngecala lokufuna ngodli imali yokuvikela
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Babheme bakholwa emcimbini kaJumbo
ABALITHOLANGA ithuba lokuthi bahlale phansi badonse umoya abalandeli bomculi wokholo, uJumbo Nyangiwe, ngoMgqibelo, ePlayhouse eThekwini
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
Akucaci ngekusasa likaNkunzi kuZalo
KHULUNYELWA emakhoneni eyokuhamba kwesilomo somlingisi woZalo, uMasoja Msiza, kulo mdlalo wakwiSABC 1
1 min
March 02, 2026
Isolezwe
UMaKhwela uphawula ngokufika esithenjini sakwaMseleku
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku uSamkelisiwe Khwela osephumele obala okokuqala ngokungena esithenjini nokugqama ohlelweni uThando Nesithembu
1 min
February 26, 2026
Isolezwe
Kukhalwa ngedimoni esikoleni 'esinothisha ababhubhisa abafundi ngocansi'
BAVUTHA bengabaselwe abazali babafundi besikole saseMgababa, uMnganiwakhe High, bekhala ngedimoni lothisha abasolwa ngokuzitika ngocansi nabafundi.
2 mins
February 26, 2026
Isolezwe
Ugcine emxolelile uyise obengayizwa eyokumngcwaba
LUGCINE lugobile uphondo, wamngcwaba uyise owesilisa waseCopesville, eMgungundlovu, kulandela ukushaya phansi ngonyawo isikhathi eside ethi ngeke amngcwabe.
1 mins
February 26, 2026
Isolezwe
USbahle ukhathazwa abasamgcona ngokulimala kwakhe
UKHALA ngabantu abasaqhubeka nokuyigcona ngokulimala kwayo engozini yemoto indodakazi kaSbusiso Mpisane, uSbahle, eyaba sengozini yemoto eyayishiya ilimele kabi
1 min
February 25, 2026
Isolezwe
Odilikajele kwabanquma umuntu uqhoqhoqho ngebhodlela
BAPHELELWE amagama abesilisa ababili baseNanda ngesikhathi iNkantolo yesiFunda yaseNtuzuma ibagixabeza ngesigwebo sikadilikajele umuntu ngamunye ngecala lokunquma owesilisa uqhoqhoqho.
1 mins
February 25, 2026
Isolezwe
Kusolwa uXaba ngokuba nesandla sensimbi ezinganeni
Kusolwa uVJ Xaba ngokuba nesandla esingafani ezinganeni zakhe njengoba abaningi bemgxeke ngokungaphathi kahle enye yamadodana akhe uNdu esiqeshini sakamuva
1 min
February 25, 2026
Listen
Translate
Change font size

